UDaniyeli 11:2 - Contemporary Zulu Bible 20242 Manje ngizokutshela iqiniso. Bheka, kusayakuvela amakhosi amathathu ePheresiya; futhi owesine uyoceba kakhulu kunabo bonke, futhi ngamandla ayo ngengcebo yakhe uyovusa bonke bamelene nombuso waseGrisi. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE2 “Kalokhu ngiyakukutshela iqiniso. Bheka, kusezakuvela amakhosi amathathu ePheresiya; eyesine iyakunotha kunawo onke; isiqinile ngengcebo yayo iyakuvusa bonke ukulwa nombuso waseJavani. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20202 “Manje ngikutshela iqiniso. Bheka, kusezakuvela amakhosi amathathu ePheresiya; eyesine iyakunotha kunawo wonke; isiqinile ngengcebo yayo iyakuvusa konke ukulwa nombuso waseJavani. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |