Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




UDaniyeli 11:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Ngalokho inkosi yasenyakatho iyakufika, iphakamise intaba, ithathe imizi ebiyelweyo kakhulu;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Iyakufika inkosi yasenyakatho, inqwabele iduli, ithathe umuzi obiyelweyo; izingalo zaseningizimu aziyikuma, nabantu bayo abakhethiweyo abayikuba namandla okuma.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

15 Iyakufika inkosi yasenyakatho, inqwabele iduli, ithathe umuzi obiyelweyo; amabutho aseningizimu awayukuma, nabantu bayo abakhethiweyo abayikuba namandla okuma.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




UDaniyeli 11:15
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngokuba usho kanje uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli ngezindlu zalo muzi nangezindlu zamakhosi akwaJuda adilizwe izintaba nangenkemba;


Khuphukelani ezindongeni zalo nichithe; kodwa akupheli; susa izinhlangothi zalo; ngoba abasibo abakaJehova.


Kwathi ngomnyaka wesishiyagalolunye wokubusa kwakhe, ngenyanga yeshumi, ngosuku lweshumi lwenyanga, uNebukadinesari, inkosi yaseBabele, wafika eJerusalema nayo yonke impi yakhe, wamisa ngakulo, wakha izinqaba. Ngokumelene nalo nxazonke.


Ngokuba usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: “Gawulani imithi, nibuthele iJerusalema intaba; lonke liyincindezelo phakathi kwalo.


UFaro nesixuku sakhe esinamandla nangesixuku esikhulu akayikumlwela ngokumisa izintaba nokwakha izinqaba zokuqothula abantu abaningi.


Futhi niwuvimbezele, nakhe inqaba ngokumelene nawo, ninqwabele intaba phezu kwawo; Futhi ubeke ibhande ngokumelene nalo, futhi ubeke izinqama zokubhodloza phezu kwalo nxazonke.


Ngalezo zikhathi abaningi bayovukela inkosi yaseNingizimu; futhi abaphangi babantu bakho bayoziphakamisa ukuze baqinisekise umbono; kodwa bayakuwa.


Futhi ekupheleni kweminyaka bayobutha; ngoba indodakazi yenkosi yaseningizimu iyakuza enkosini yasenyakatho ukwenza isivumelwano; kepha akayikuwagcina amandla ompofu; futhi yena ngeke ame, noma ingalo yakhe, kodwa uyonikelwa, futhi labo abamlethayo nabamzalayo, futhi lowo owamqinisa ngalezi zikhathi.


Ngayibona isondela enqameni, yayisaba, yayishaya inqama, yazaphula izimpondo zayo ezimbili; kwakungekho mandla enqameni okuma phambi kwayo, kepha yaziphonsa enqameni. Wayihlaba wayinyathela, akwabakho ongayisindisa inqama esandleni sayo.


Akuyikuma muntu phambi kwakho zonke izinsuku zokuhamba kwakho; njengalokho nganginaye uMose, kanjalo ngiyakuba nawe; angiyikukushiya, angiyikukushiya.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ