Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IsiHlabelelo seziHlabelelo 8:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Amanzi amaningi awanakulucima uthando, nemifudlana ayinakuludla;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Amanzi amaningi awanakulucima uthando, nemifula ayinakuluminzisa; uma umuntu ebeyakunika yonke impahla yendlu yakhe ngothando, nokho ubeyakwaliwa nokwaliwa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 Amanzi amaningi ngeke alucima uthando, nemifula ayinakulukhukhula. Uma umuntu engakhipha yonke ingcebo yomuzi wakhe ngenxa yothando, impela bayomedelela nokumedelela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IsiHlabelelo seziHlabelelo 8:7
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwathi inkosi yakhe isizwile amazwi omkayo eyawakhuluma kuyo, yathi: “Yenze njalo kimi incekukazi yakho; ukuthi ulaka lwakhe lwavutha.


Odelelekile emehlweni akhe; kodwa uyabahlonipha abamesabayo uJehova. Ofungayo kokwakhe angaguquki.


Kodwa uma etholwa, kufanele abuye kasikhombisa; kumelwe anikeze zonke izinto zendlu yakhe.


Ngeke acabangele ukuhlengwa; futhi ngeke aneliseke, ngisho noma umnika izipho eziningi.


Uma udabula emanzini, mina nginawe; nasemifuleni, ayiyikukukhukhula; uma udabula emlilweni, awuyikusha; nelangabi aliyikukuvutha.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ