Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IsiHlabelelo seziHlabelelo 7:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Inkaba yakho injengendebe eyisiyingi engasweli lutho; isisu sakho sinjengenqwaba kakolweni ezungezwe iminduze.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Inkaba yakho ingumkhele oncweliweyo, ongasweli iwayini elixutshanisiweyo; isisu sakho siyinqwaba kakolweni, ibiyelwe ngeminduze.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 Inkaba yakho iyisitsha esiyindilinga esingalintuli iwayini elixutshiweyo, isisu sakho simbulungene okwendundumana kakolo, ebiyelwe ngeminduze.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IsiHlabelelo seziHlabelelo 7:2
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Esikhundleni sawoyihlo kuyakuba khona abantwana bakho, ongabamisa babe yizikhulu emhlabeni wonke.


Kuyakuba nempilo enkabeni yakho nomnkantsha wamathambo akho.


Izandla zakhe zinjengamasongo egolide anombala omuhle, isisu sakhe sinjengophondo lwendlovu olukhazimulayo oluhuqwe ngamasafire.


Zinhle kangakanani izinyawo zakho ngezicathulo, ndodakazi yesikhulu! amalunga ezinqe zakho anjengamatshe anenani, umsebenzi wezandla zobuqili.


Amabele akho omabili anjengamazinyane embuzi amabili angamawele.


Ngizwe, wena ndlu kaJakobe, kanye nayo yonke insali yendlu ka-Israyeli, enanithwala kwasesiswini, enanithwalwa kwasesiswini.


Ngingakakubumbi esizalweni, ngakwazi; ungakaphumi esizalweni, ngakungcwelisa, ngakubeka umprofethi ezizweni.


Ngakho-ke, bazalwane bami, nani senabulawa umthetho ngomzimba kaKristu; ukuze libe ngomunye, yena owavuswa kwabafileyo, ukuze sithelele uNkulunkulu izithelo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ