Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




IsiHlabelelo seziHlabelelo 2:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Ngiyimbali yaseSharoni nomnduze wezigodi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Ngiyintebe yaseSharoni, nomnduze wezigodi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 Ngiyimbali yaseSharoni, nomnduze wezimfunda.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




IsiHlabelelo seziHlabelelo 2:1
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bahlala kwaGileyadi eBashani nasemadlelweni alo nasemadlelweni onke aseSharoni emideni yabo.


Iqiniso liyakuvela emhlabeni; nokulunga kuyokwehla ezulwini.


Othandiweyo wami ungowami, mina ngingowakhe; udla ngaphansi kweminduze.


Izihlathi zakhe zinjengombhede weziqholo, njengezimbali ezimnandi; izindebe zakhe njengeminduze econsa imure elinuka kamnandi.


Othandiweyo wami wehlela ensimini yakhe, eziqholweni, ukuba adle emasimini, abuthe iminduze.


Mina ngingowothandiweyo wami, nothandiweyo wami ungowami; udla ngaphansi kweminduze.


Umhlaba uyalila, udangele, iLebanoni limi ihlazo, ligawuliwe; iSharoni injengehlane; iBashani neKarmeli kuvuthulula izithelo zawo.


Ngokuba usho kanje oPhezukonke, ohlala phakade, ogama lakhe lingcwele; ngihlala phezulu nasendlini engcwele, ngikanye nabadabukileyo komoya othobekileyo, ukuvuselela umoya wabathobekileyo, ngivuselele inhliziyo yabadabukileyo.


Ngiyakuba njengamazolo ku-Israyeli; uyakumila njengomnduze, anabe izimpande zakhe njengeLebanoni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ