Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaMarku 9:28 - Contemporary Zulu Bible 2024

28 Esengene endlini, abafundi bakhe bambuza bebodwa, bathi: “Thina besingemkhiphe ngani na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

28 Kuthe esengenile endlini, abafundi bakhe bambuza bebodwa, bathi: “Thina besingemkhiphe ngani na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

28 Sebengenile endlini, abafundi bakhe bambuza ngasese, bathi: “Kungani thina sehlulekile ukuwukhipha na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

28 Esengene endlini, abafundi bakhe bambuza bebodwa, bathi: “Thina besingemkhiphe ngani na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaMarku 9:28
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Base besondela abafundi bakhe, bathi kuye: “Ukhulumelani kubo ngemifanekiso na?


Khona uJesu wabamukisa abantu, wangena endlini; abafundi bakhe beza kuye, bathi: “Sitshele umfanekiso wokhula lwensimu.


UPetro wasephendula wathi kuye: Sichasisele lumfanekiso.


Wabuye wangena eKapernawume emva kwezinsuku ezithile; kwezwakala ukuthi usendlini.


Isixuku sabuye sabuthana, baze bahluleka ngisho nokudla isinkwa.


Eseyedwa, ababemphahlile kanye nabayishumi nambili bambuza ngomfanekiso.


Kepha akakhulumanga kubo ngaphandle komfanekiso; kepha sebebodwa wabachazela abafundi bakhe zonke izinto.


Kwathi esengene endlini evela exukwini, abafundi bakhe bambuza ngomfanekiso.


Kodwa uJesu wambamba ngesandla, wamsukumisa; wasukuma.


Wathi kubo: Loluhlobo alunakuphuma ngalutho, kuphela ngokukhuleka nokuzila ukudla.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ