Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaMarku 8:4 - Contemporary Zulu Bible 2024

4 Abafundi bakhe bamphendula bathi: “Kungavelaphi umuntu ukubasuthisa laba ngesinkwa lapha ehlane na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Abafundi bakhe bamphendula bathi: “Umumtu angatholaphi lapha ehlane izinkwa zokusuthisa laba na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

4 Abafundi bakhe bamphendula, bathi: “Umuntu angazithatha kuphi izinkwa lapha ehlane ezingasuthisa laba bantu na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

4 Abafundi bakhe bamphendula bathi: “Kungavelaphi umuntu ukubasuthisa laba ngesinkwa lapha ehlane na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaMarku 8:4
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Umnumzane inkosi encike esandleni sakhe wamphendula umuntu kaNkulunkulu, wathi: “Bheka, uma uJehova efuna ukwenza amafasitele ezulwini, le ndaba ingenzeka na? Wathi: “Bheka, uyakukubona ngamehlo akho, kepha ungadli kukho.”


Abafundi bakhe bathi kuye: “Singazitholaphi izinkwa ezingaka ehlane ukuba sisuthise isixuku esingaka na?


Ngokuba babenganakanga ngezinkwa, ngokuba inhliziyo yabo yayilukhuni.


Uma ngibamukisa ezindlini zabo bengadlanga, bayakuphelelwa amandla endleleni, ngokuba abanye babo bavela kude.


Wababuza wathi: Zingaki izinkwa eninazo? Basebesithi: Ziyisikhombisa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ