Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaMarku 7:36 - Contemporary Zulu Bible 2024

36 Wabalaya ukuthi bangatsheli muntu;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

36 Wabayala ukuba bangatsheli muntu. Kepha kwathi nakuba ebayala kakhulu, kwayikhona bekwandisa kakhulu impela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

36 Wabadonsa ngendlebe ukuba bangatsheli muntu. Kepha kwathi noma ebayalisisa kwaba sengathi uyababhebhezela, bayisabalalisa kakhulu indaba.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

36 Wabalaya ukuthi bangatsheli muntu;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaMarku 7:36
8 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJesu wathi kuye: “Bheka, ungatsheli muntu; kepha hamba, uziveze kumpristi, unikele umnikelo uMose ayala ngawo, kube ngubufakazi kubo.


Wasebalaya kakhulu ukuthi kungaziwa muntu; walaya ukuthi aphiwe ukudla.


Kwase kuvuleka izindlebe zaso masinyane, kwakhululeka ukucushwa kolimi lwaso, wakhuluma kahle.


Basebemangala kakhulukazi, besithi: Wenze kuhle konke; uzenza izithulu zizwe, lezimungulu zikhulume.


Waseyithuma endlini yayo, esithi: Ungangeni emzini, ungatsheli muntu emzini.


Kwathi besehla entabeni, wabalaya ukuthi bangatsheli muntu izinto abazibonileyo, ize ivuke kwabafileyo iNdodana yomuntu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ