Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaMarku 6:31 - Contemporary Zulu Bible 2024

31 Wathi kubo: “Zanini nina nodwa endaweni eyihlane, niphumule isikhashana;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

31 Wayesethi kubo: “Zanini nina nodwa endaweni eyihlane, niphumule ingcosana.” Ngokuba babe baningi abezayo nabahambayo, abaze bathola nasikhathi sokudla.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

31 Wayesethi kubo: “Wozani ngasese, nina nodwa, siye endaweni eyihlane, nihlabe ikhefu.” Ngokuba babebaningi abezayo nabahambayo, abaze balithola nethuba lokuba badle.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

31 Wathi kubo: “Zanini nina nodwa endaweni eyihlane, niphumule isikhashana;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaMarku 6:31
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJesu esekuzwile lokho wamuka lapho ngomkhumbi, waya endaweni eyihlane eyedwa. Kwathi izixuku zikuzwile, zamlandela ngezinyawo ziphuma emizini.


Kepha yena waphuma, waqala ukumemezela kakhulu nokuyidalula leyondaba, kwaze kwaba yilapho uJesu engasenakukwazi ukungena emzini obala, kodwa waba ngaphandle ezindaweni eziyihlane;


Isixuku sabuye sabuthana, baze bahluleka ngisho nokudla isinkwa.


Kodwa uJesu wasuka wahamba labafundi bakhe, waya elwandle;


Emva kwalokho uJesu wamuka waya phesheya kolwandle lwaseGalile olungolwaseTiberiya.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ