Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaMarku 5:33 - Contemporary Zulu Bible 2024

33 Kodwa owesifazana ngokwesaba lokuthuthumela, ekwazi okwenzekileyo kuye, weza wawa phansi phambi kwakhe, wamtshela iqiniso lonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 Khona owesifazane esaba ethuthumela, azi okwenzekile kuye, weza waziphonsa phansi phambi kwakhe, wamtshela iqiniso lonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

33 Kepha owesifazane ekwazi okwakwenzekile kuye, wesaba, wathuthumela, weza waziphonsa phansi phambi kukaJesu, wamtshela lonke iqiniso.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

33 Kodwa owesifazana ngokwesaba lokuthuthumela, ekwazi okwenzekileyo kuye, weza wawa phansi phambi kwakhe, wamtshela iqiniso lonke.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaMarku 5:33
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Jehova Nkulunkulu wami, ngakhala kuwe, wangiphulukisa.


Wozani nizwe nina nonke enimesabayo uNkulunkulu, ngizakulandisa akwenzele umphefumulo wami.


Basesaba ngokwesaba okukhulu, bathi omunye komunye: “Ubani lo, ukuthi nomoya nolwandle kumlalele?


Wathi kuye: “Ndodakazi, ukukholwa kwakho kukusindisile; hamba ngokuthula, uphile ekuhluphekeni kwakho.


UZakariya eyibona wethuka, novalo lwamehlela.


Kwathi eyibona wethuka ngezwi layo, wacabanga ukuthi kungaba kubingelela bani lokhu.


Owesifazane ebona ukuthi akacashile, weza ethuthumela, wawa phansi phambi kwakhe, walandisa phambi kwabantu bonke ukuthi ubemthintile ngani, nokuthi usinde kanjani masinyane.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ