Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaMarku 5:30 - Contemporary Zulu Bible 2024

30 UJesu ebona masinyane phakathi kwakhe ukuthi amandla aphumile kuye, waphenduka esixukwini wathi: “Ngubani othinte izingubo zami na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Wanele ukuzwa uJesu phakathi kwakhe ukuthi amandla aphumile kuye, waphendukela esixukwini, wathi: “Ngubani othinte izingubo zami na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

30 Kwathi uJesu angezwa kuye ukuthi amandla aphumile, waphendukela esixukwini, wathi: “Ngubani othinte izingubo zami na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

30 UJesu ebona masinyane phakathi kwakhe ukuthi amandla aphumile kuye, waphenduka esixukwini wathi: “Ngubani othinte izingubo zami na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaMarku 5:30
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abafundi bakhe bathi kuye: Uyabona ixuku likuminyezela, uthi: Ngubani ongithintileyo?


Kwathi ngolunye usuku efundisa, kwakuhlezi khona abaFarisi nabafundisi bomthetho ababephuma kuyo yonke imizi yaseGalile, naseJudiya, naseJerusalema, namandla eNkosi. Khona ukubaphulukisa.


Isixuku sonke safuna ukumthinta, ngokuba kwaphuma amandla kuye, abaphulukisa bonke.


UJesu wathi: “Ukhona ongithintileyo, ngokuba mina ngibonile ukuthi amandla aphumile kimi.


Kepha nina niluhlanga olukhethiweyo, ubupristi obobukhosi, isizwe esingcwele, abantu abazuziweyo; ukuze nishumayele ubukhosi balowo owanibiza niphume ebumnyameni, ningene ekukhanyeni kwakhe okumangalisayo;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ