Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaMarku 3:24 - Contemporary Zulu Bible 2024

24 Futhi uba umbuso uhlukene phakathi, lowombuso ungeme.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Uma umbuso wahlukene wodwa, lowo mbuso ungeme.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

24 Uma umbuso wehlukene wodwa, awusoze wema.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

24 Futhi uba umbuso uhlukene phakathi, lowombuso ungeme.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaMarku 3:24
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kwaba khona umuntu kaBheliyali ogama lakhe linguSheba, indodana kaBigi umBenjamini; wabetha icilongo, wathi: “Asinasabelo kuDavide, futhi asinafa endodaneni kaJese.” Yilowo nalowo makaye ematendeni akhe, Israyeli!


UDavida wasesithi kuAbishayi: Khathesi uSeba, indodana kaBigi, uzasenzela okubi okwedlula uAbisalomu; thatha inceku zenkosi yakho, umsukele, ukuze angazithatheli imizi ebiyelweyo, siphunyuke.


Ngiyakubenza isizwe sinye ezweni ezintabeni zakwa-Israyeli; futhi inkosi eyodwa iyoba yinkosi phezu kwabo bonke, futhi ngeke besaba izizwe ezimbili, futhi ngeke besahlukana babe imibuso emibili.


Ngase nginqamula enye intonga yami, izibopho, ukuze ngephule ubuzalwane phakathi kukaJuda no-Israyeli.


UJesu eyazi imicabango yabo wathi kubo: “Yilowo nalowombuso owehlukene phakathi uyachitheka; futhi wonke umuzi noma indlu eyehlukene yodwa ayiyikuma.


Wasebabizela kuye, wathi kubo ngemifanekiso: USathane angakhupha njani uSathane?


Futhi uba indlu ihlukene phakathi, leyondlu ayinakuma;


ukuze bonke babe munye; njengalokhu wena, Baba, ukimi, nami ngikuwe, ukuze nabo babe munye kithi, ukuze izwe likholwe ukuthi wena ungithumile.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ