Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaMarku 12:42 - Contemporary Zulu Bible 2024

42 Kwase kufika umfelokazi othile ompofu, waphonsa amafadingi amabili okuyidenariyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

42 Kwase kufika umfelokazi ompofu wabeka amafadingi* amabili okuyisitebela.*

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

42 Kepha kwafika umfelokazi ompofu wanikela ngamafadingi amabili, okuyisitebela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

42 Kwase kufika umfelokazi othile ompofu, waphonsa amafadingi amabili okuyidenariyo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaMarku 12:42
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Awu, wawunjengomfowethu owancela amabele kamama! uma bengikuthola ungaphandle, bengizokwanga; yebo, akumelwe ngidelelwe.


Nalowo ophuzisa omunye walaba abancinyane inkezo yodwa yamanzi abandayo egameni lomfundi, ngiqinisile ngithi kini: Kasoze alahlekelwa ngumvuzo wakhe.


Ngiqinisile ngithi kuwe: Kawusoze uphume lapho, uze ukhokhe ifadingi lokugcina.


UJesu wayesehlezi maqondana nesitsha somnikelo, wabona ukuthi isixuku siphonsa kanjani imali esitsheni somnikelo;


Wabizela kuye abafundi bakhe, wathi kubo: “Ngiqinisile ngithi kini: Lo mfelokazi ompofu ubeke okuningi kunabo bonke abaphonse emnikelweni womnikelo;


Ngithi kuwe: Kawusoze usuke lapho, uze ukhiphe imadlana yokugcina.


Wabona nomfelokazi othile ompofu ephonsa khona amafadingi amabili.


Ngokuba uma kuqala kukhona ukuvuma, kwamukeleka ngokwalokho umuntu anakho, kungenjengalokho angenakho.


ukuthi ekulingweni okukhulu kosizi, ukuchichima kwentokozo yawo, nobumpofu bawo obukhulu, kwaphumela engcebweni yokuphana kwawo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ