Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 9:47 - Contemporary Zulu Bible 2024

47 UJesu ebona izizindlo zenhliziyo yabo, wathatha umntwana, wammisa eduze kwakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

47 Kuthe uJesu ebona ukuzindla kwenhliziyo yabo, wathabatha umntwana, wammisa phambi kwakhe,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

47 UJesu eyazi impikiswano esenhliziyweni yabo, wathatha umntwana, wammisa eduze kwakhe,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

47 UJesu ebona izizindlo zenhliziyo yabo, wathatha umntwana, wammisa eduze kwakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 9:47
17 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uyalwazi usizi lwami nokuhlubuka kwami, uqonda imicabango yami ukude.


Ngihlole, Nkulunkulu, wazi inhliziyo yami; ngivivinye, wazi imicabango yami.


Mina, Jehova, ngihlola inhliziyo, ngivivinya izinso, ukuze nginike, kube yilowo nalowo njengezindlela zakhe, njengokwezithelo zezenzo zakhe.


Kodwa uJesu ekwazi lokho wamuka lapho; amaxuku amakhulu amlandela;


UJesu eyazi imicabango yabo wathi: “Nizindlani okubi ezinhliziyweni zenu na?


Kepha uJesu eyazi imicabango yabo waphendula wathi kubo: “Nizindlani ezinhliziyweni zenu na?


Kalokhu siyazi ukuthi wazi zonke izinto, futhi awudingi ukuba umuntu akubuze; ngalokho siyakholwa ukuthi waphuma kuNkulunkulu.


Kwakungasweli muntu ukuthi afakaze ngomuntu, ngoba yena wayekwazi okukumuntu.


Wathi kuye ngokwesithathu: Simoni kaJona, uyangithanda na? UPetru wadabuka ngokuba wathi kuye ngokwesithathu: Uyangithanda na? Wathi kuye: “Nkosi, wazi zonke izinto wena; uyazi ukuthi ngiyakuthanda. UJesu wathi kuye: Dlisa izimvu zami.


Bazalwane, ningabi ngabantwana ngokuqonda, nokho ebubini nibe ngabantwana, kepha ekuqondeni nibe ngamadoda.


Asikho isidalwa esingabonakali phambi kwakhe, kepha zonke izinto zíze, zivuliwe emehlweni alowo esizinda kuye.


Njalo ngizabulala abantwana bakhe ngokufa; namabandla onke ayakwazi ukuthi mina nginguye ohlola izinso nezinhliziyo;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ