Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 9:32 - Contemporary Zulu Bible 2024

32 Kepha uPetru nababe naye babesindwa ubuthongo; sebevukile babona inkazimulo yakhe namadoda amabili ayemi naye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 UPetru nababe naye babekhwelwe ngubuthongo; kepha sebephapheme babona inkazimulo yakhe namadoda amabili emi naye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

32 Kepha uPhethro nababenaye babelele zwi, kodwa kuthe sebephapheme, babona inkazimulo yakhe namadoda amabili ayemi naye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

32 Kepha uPetru nababe naye babesindwa ubuthongo; sebevukile babona inkazimulo yakhe namadoda amabili ayemi naye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 9:32
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ilanga alisayikuba ngukukhanya kwakho emini; nenyanga ayiyikukukhanyisela, kepha uJehova uyakuba ngukukhanya okuphakade kuwe, uNkulunkulu wakho abe yinkazimulo yakho.


Kodwa ngezwa izwi lamazwi akhe, futhi lapho ngezwa izwi lamazwi akhe, ngase ngilele ubuthongo obunzima, ubuso bami bubheke phansi.


Esakhuluma nami, ngase ngilele ubuthongo obunzima, ubuso bami bubheke phansi, kepha wangithinta, wangimisa.


Wasebuya wabafica belele, ngoba amehlo abo ayenzima; babengazi ukuthi bamphendule bathini.


ULizwi waba yinyama, wakha phakathi kwethu, sabona inkazimulo yakhe, inkazimulo njengeyozelwe yedwa kuYise, egcwele umusa neqiniso.


Baba, ngithanda ukuba labo onginike bona nabo babe nami lapho ngikhona; ukuze babone inkazimulo yami onginike yona, ngokuba wangithanda kungakasekelwa umhlaba.


Ngokuba asilandelanga izinganekwane zobuqili, lapho sinazisa amandla nokufika kweNkosi yethu uJesu Kristu, kodwa sasingababonayo amandla obukhosi bakhe.


Bathandekayo, manje singabantwana bakaNkulunkulu, kepha akukabonakali esiyakuba yikho; ngoba sizambona njengoba enjalo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ