Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 8:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Enye yawela emhlabathini omuhle, yamila, yathela ngekhulu. Esetshilo lezizinto wamemeza wathi: Onezindlebe zokuzwa makezwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Enye yawela emhlabathini omuhle; kuthe imila, yathela ngekhulu.” Ekusho lokhu wamemeza wathi: “Onezindlebe zokuzwa makezwe.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 Enye yawela emhlabathini ovundileyo; yamila, yathela izithelo ngekhulu.” Washo lokhu, wayesememeza ethi: “Onezindlebe zokuzwa makezwe.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

8 Enye yawela emhlabathini omuhle, yamila, yathela ngekhulu. Esetshilo lezizinto wamemeza wathi: Onezindlebe zokuzwa makezwe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 8:8
25 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

U-Isaka wahlwanyela kulelo zwe, wazuza ngokuphindwe kayikhulu ngawo lowo mnyaka, uJehova wambusisa.


Indlebe ezwayo neso elibonayo, uJehova wakwenza kokubili.


Ukuhlakanipha akukhali na? futhi isizathu sezwakala izwi lakhe?


Lalelani nilalele; ningazikhukhumezi, ngokuba uJehova ukhulumile.


UJehova wathuma kini zonke izinceku zakhe, abaprofethi, evuka ekuseni, ebathuma; kodwa anilalelanga, nezindlebe zenu azithambeki ukuzwa.


Kepha ohlanyelwe emhlabathini omuhle nguye olizwayo izwi, aliqonde; ethela isithelo, enye ngekhulu, enye ngamashumi ayisithupha, enye ngamashumi amathathu.


Laba yilabo abahlwanyelwe emhlabathini omuhle; abalizwayo izwi, balamukele, bathele isithelo, omunye ngamashumi amathathu, omunye ngamashumi ayisithupha, omunye ngekhulu.


Enye yawela emhlabathini omuhle, yathela isithelo, yakhula, yanda; yazala, enye ngamashumi amathathu, enye ngamashumi ayisithupha, enye ikhulu.


Awuwulungele umhlabathi, noma umquba; kodwa abantu bayawukhipha. Onezindlebe zokuzwa makezwe.


Kodwa esemhlabathini omuhle, yilabo abathi belizwile izwi, baligcine ngenhliziyo enhle nelungileyo, bathele izithelo ngokubekezela.


Enye yawela emeveni; ameva akhula kanye nayo, ayiminyanisa.


Ngokuba singumsebenzi wakhe kuKristu Jesu, sidalelwe imisebenzi emihle uNkulunkulu ayimisela ngaphambili ukuba sihambe kuyo.


ukuze nihambe ngokufanele iNkosi ngokuthokozisa konke, nithela kuyo yonke imisebenzi emihle, nikhule ekwazini uNkulunkulu;


Onendlebe makezwe lokho akushoyo uMoya emabandleni; Onqobayo kayikulinyazwa ngukufa kwesibili.


Onendlebe makezwe lokho akushoyo uMoya emabandleni; Onqobayo ngiyakumnika ukuba adle kuwo umuthi wokuphila, ophakathi kwepharadesi likaNkulunkulu.


Onendlebe makezwe lokho akushoyo uMoya emabandleni.


Onendlebe makezwe lokho akushoyo uMoya emabandleni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ