Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 8:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Enye yawela emeveni; ameva akhula kanye nayo, ayiminyanisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Enye yawela phakathi kwameva, kwaze kwathi ameva esemila kanye nayo, ayiminyanisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 Enye yawela phakathi kwameva; akhula kanye nayo, ayiminyanisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Enye yawela emeveni; ameva akhula kanye nayo, ayiminyanisa.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 8:7
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Iyakukuvezela ameva namakhakhasi; uyakudla izitshalo zasendle;


Ngokuba usho kanje uJehova kubantu bakwaJuda naseJerusalema, uthi: “Zilibeleni insimu yenu, ningahlwanyeli emeveni.


Ohlanyelwe emeveni nguye olizwayo izwi; futhi ukukhathazeka kwalesi simiso sezinto, nokukhohlisa kwengcebo kuminyanisa izwi, libe ngongatheli.


Enye yawela emeveni; ameva akhula, ayiminyanisa.


Enye yawela phakathi kwameva, ameva akhula ayiminyanisa, kodwa ayizange ithele.


Ziqapheleni nina, funa izinhliziyo zenu zisindwe ukuminza, nokudakwa, nezinkathazo zalokhu kuphila, lunifike lolo suku kungazelelwe.


Leyo eyawela emeveni yilabo abathi sebezwile, bahambe baminyaniswe yizinkathazo nengcebo nezinjabulo zalokhukuphila, bangathelisithelo.


Enye yawela edwaleni; kwathi nje imila yabuna, ngoba yayintula umswakama.


Enye yawela emhlabathini omuhle, yamila, yathela ngekhulu. Esetshilo lezizinto wamemeza wathi: Onezindlebe zokuzwa makezwe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ