Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 7:44 - Contemporary Zulu Bible 2024

44 Wayesephendukela kowesifazane, wathi kuSimoni: Uyambona lona wesifazane? Ngingene endlini yakho, awunginikanga amanzi ezinyawo zami, kepha yena uzigezile izinyawo zami ngezinyembezi, wazesula ngezinwele zekhanda lakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

44 Ephendukela kowesifazane wathi kuSimoni: “Uyambona lo wesifazane na? Ngingene endlini yakho, awunginikanga amanzi ezinyawo, kepha yena uzimatisile izinyawo zami ngezinyembezi, wazesula ngezinwele zakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

44 Waphendukela kowesifazane, wathi kuSimoni: “Uyambona lo wesifazane na? Ngingene endlini yakho, awunginikanga amanzi okugeza izinyawo, kodwa lo wesifazane umantisile izinyawo zami ngezinyembezi zakhe, wazesula ngezinwele zakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

44 Wayesephendukela kowesifazane, wathi kuSimoni: Uyambona lona wesifazane? Ngingene endlini yakho, awunginikanga amanzi ezinyawo zami, kepha yena uzigezile izinyawo zami ngezinyembezi, wazesula ngezinwele zekhanda lakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 7:44
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ake kulandwe amanzi, ugeze izinyawo zakho, uphumule ngaphansi kwesihlahla.


Wathi: “Bheka, Nkosi yami, phendukela endlini yenceku yakho, ulale ubusuku bonke, ugeze izinyawo zakho, bese uvuka ekuseni, uhambe; Baphendula bathi: Cha! kodwa sizahlala emgwaqweni ubusuku bonke.


Indoda yawangenisa amadoda endlini kaJosefa, yawanika amanzi, ageza izinyawo zawo; wazinika izimbongolo zabo ifolishi.


UDavida wasesithi kuUriya: Yehlela endlini yakho, ugeze inyawo zakho. U-Uriya waphuma endlini yenkosi, futhi ukudla okuningi kwenkosi kwamlandela.


Wema ngasezinyaweni zakhe emva kwakhe ekhala, waqala ukugeza izinyawo zakhe ngezinyembezi, wazesula ngezinwele zekhanda lakhe, wanga izinyawo zakhe, wazigcoba ngamafutha.


USimoni waphendula wathi: Ngithi ngulowo amthethelela kakhulu. Wathi kuye: Wahlulele kahle.


Emva kwalokho wathela amanzi endishini, waqala ukugeza izinyawo zabafundi, nokuzesula ngethawula abelibhincele.


Kufakazelwe kahle ngemisebenzi emihle; uma ondle abantwana, uma engenise izihambi, uma egezile izinyawo zabangcwele, uma esize abahluphekayo, uma ekhuthalele wonke umsebenzi omuhle.


Kepha nina nibadelile abampofu. Izicebi azinicindezeli yini, zinidonsele phambi kwezihlalo zokwahlulela na?


Wamngenisa endlini yakhe, wazinika izimbongolo ukudla, bageza izinyawo zabo, badla, baphuza.


Wasukuma wakhothama ngobuso emhlabathini, wathi: “Bheka, incekukazi yakho mayibe yisigqila sokugeza izinyawo zezinceku zenkosi yami.”


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ