Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 7:39 - Contemporary Zulu Bible 2024

39 Kwathi ekubona lokho umFarisi owayembizile, wakhuluma phakathi kwakhe, wathi: “Lona, ukuba ubengumprofethi, ngabe uyazi ukuthi ungubani nokuthi unjani owesifazane omthintayo, ngokuba uyisoni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

39 Kuthe umFarisi obemmemile ekubona, wazindla wathi: “Uma lo ebengumprofethi, nga emazi lo wesifazane omphathayo ukuba ungubani nokuba unjani, ngokuba uyisoni.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

39 Kepha lapho umFarisi owayemmemile ekubona lokhu, wadlinza wathi: “Lo muntu ukuba ubengumphrofethi, ngabe wazile ukuthi ngubani futhi uluhlobo luni lo wesifazane omthintayo, ngokuba uyisoni.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

39 Kwathi ekubona lokho umFarisi owayembizile, wakhuluma phakathi kwakhe, wathi: “Lona, ukuba ubengumprofethi, ngabe uyazi ukuthi ungubani nokuthi unjani owesifazane omthintayo, ngokuba uyisoni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 7:39
25 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kepha uGehazi, inceku ka-Elisha, umuntu kaNkulunkulu, wathi: “Bheka, inkosi yami yamyeka uNahamani lo umAramu ngokungamukeli esandleni sakhe lokho akulethile; kodwa kuphila kukaJehova, ngizagijima ngimlandele, ngithathe okuthile kuye.


Ngokuba njengalokho ecabanga enhliziyweni yakhe, unjalo: “Yidlani, niphuze, uthi kini; kodwa inhliziyo yakhe kayikuwe.


abathi: Yima wena, ungasondeli kimi; ngokuba mina ngingcwele kunawe. Kungumusi emakhaleni ami, umlilo ovutha usuku lonke.


Kanjalo abokugcina bayakuba ngabokuqala, nabokuqala babe ngabokugcina, ngokuba baningi ababiziweyo, kepha bayingcosana abakhethiweyo.


Izixuku zathi: “Lo ungumprofethi uJesu waseNazaretha laseGalile.


Ngokuba ngaphakathi, enhliziyweni yomuntu kuphuma imicabango emibi, ukuphinga, ubufebe, ukubulala,


Wazindla phakathi kwakhe, wathi: Ngizakwenzani, lokhu kangilandawo lapho engingabuthela khona izithelo zami?


AbaFarisi nababhali bakhonona, bathi: “Lo wamukela izoni, adle nazo.


Wasesithi umphathi phakathi kwakhe: Ngizakwenzani? ngokuba inkosi yami ingaphuca ubuphathi; ukuncenga nginamahloni.


Kwaba yisikhathi engavumi, kodwa ngasemuva wathi phakathi kwakhe: “Nakuba ngingamesabi uNkulunkulu, nginganaki muntu;


Ngakho vezani izithelo ezifanele ukuphenduka, ningaqali ukuthi phakathi kwenu: ‘Sinobaba u-Abrahama;’ ngokuba ngithi kini: UNkulunkulu unamandla okumvusela u-Abrahama abantwana kulawa matshe.


Ukwesaba kwehlela phezu kwabo bonke, bamdumisa uNkulunkulu, bathi: “Kuvele umprofethi omkhulu phakathi kwethu; nokuthi, UNkulunkulu ubahambele abantu bakhe.


Bheka, owesifazane emzini, oyisoni, ekwazi ukuthi uJesu uhlezi ekudleni endlini yomFarisi, waletha umfuma wealabhaste wamafutha.


Wema ngasezinyaweni zakhe emva kwakhe ekhala, waqala ukugeza izinyawo zakhe ngezinyembezi, wazesula ngezinwele zekhanda lakhe, wanga izinyawo zakhe, wazigcoba ngamafutha.


UJesu waphendula wathi kuye: Simoni, ngilelizwi kuwe. Wathi: “Khuluma, Mfundisi.


Owesifazane wathi kuye: “Nkosi, ngiyabona ukuthi ungumprofethi wena.


Kwaba khona ukukhonona okukhulu ngaye esixukwini, abanye bathi: “Umuhle;” abanye bathi: “Qha; kodwa udukisa abantu.


Base bephinda bembiza lowo muntu owayeyimpumputhe, bathi kuye: “Dumisa uNkulunkulu;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ