Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 7:34 - Contemporary Zulu Bible 2024

34 INdodana yomuntu ifikile idla, inatha; nithi: ‘Bhekani, umuntu oyisiminzi nesiphuzi, umngane wabathelisi nezoni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 Ifikile iNdodana yomuntu, idla, iphuza, senithi: ‘Bhekani, umuntu oyisiminzi nesiphuzi, umhlobo wabathelisi nezoni.’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

34 INdodana yomuntu ifike yadla, yaphuza, kepha nithi: ‘Bhekani lo umuntu oyisiminzi nenkolotshe, umngani wabathelisi nezoni.’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

34 INdodana yomuntu ifikile idla, inatha; nithi: ‘Bhekani, umuntu oyisiminzi nesiphuzi, umngane wabathelisi nezoni.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 7:34
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

INdodana yomuntu yafika idla, iphuza, bathi: ‘Bhekani, umuntu oyisiminzi nesiphuzi, umngane wabathelisi nezoni. Kodwa ukuhlakanipha kulungisiswa kubantwana bakho.


Ngokuba uma nithanda abanithandayo, ninamvuzo muni na? Abenzi njalo nabathelisi na?


Kwathi abaFarisi bekubona lokho bathi kubafundi bakhe: Kungani umfundisi wenu esidla labathelisi lezoni?


Esakhuluma, umFarisi othile wamncenga ukuba adle naye;


Kwathi ngesabatha engena endlini yomunye wabaphathi babaFarisi ukuba adle isinkwa, bona bamqaphela.


AbaFarisi nababhali bakhonona, bathi: “Lo wamukela izoni, adle nazo.


Sebekubonile bonke bakhonona, besithi: Ungene ukuvakatshela indoda eyisoni.


ULevi wamenzela idili elikhulu endlini yakhe, kwakukhona isixuku esikhulu sabathelisi nabanye ababehlezi nabo ekudleni.


Ngokuba uJohane uMbhapathizi wafika engadli sinkwa, engaphuzi wayini; nithi: ‘Unedemoni.’


Kodwa ukuhlakanipha kulungisiswa ngabantwana bakho bonke.


Omunye wabaFarisi wamcela ukuthi adle laye. Wangena endlini yomFarisi, wahlala ekudleni.


Bamenzela khona isidlo sakusihlwa; uMarta wayekhonza; kepha uLazaru wayengomunye wababehlezi naye ekudleni.


UJesu wayesemenyiwe kanye nabafundi bakhe emshadweni.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ