Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 7:30 - Contemporary Zulu Bible 2024

30 Kepha abaFarisi nezazimthetho bala icebo likaNkulunkulu eliqondene nabo, bengabhapathizwa nguye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Kepha abaFarisi nezazimthetho balenza ize icebo likaNkulunkulu maqondana nabo bengabhapathizwanga nguye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

30 Kepha abaFarisi nezazimthetho abayemukelanga inhloso kaNkulunkulu emaqondana nabo, benqaba ukubhabhadiswa nguye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

30 Kepha abaFarisi nezazimthetho bala icebo likaNkulunkulu eliqondene nabo, bengabhapathizwa nguye.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 7:30
11 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kodwa kalilalelanga iseluleko sami, kalifunanga ukusolwa kwami.


Nisho kanjani ukuthi: ‘Sihlakaniphile, nomthetho kaJehova unathi? Bheka, wakwenza ize; usiba lwababhali luyize.


Omunye wabo ongumthetho wambuza, emlinga, wathi.


Jerusalema, Jerusalema, wena obulala abaprofethi, okhanda ngamatshe abathunywe kuwe! Bengithanda kangakanani ukubuthela ndawonye abantwana bakho njengesikhukhukazi sibuthela amazinyane aso ngaphansi kwamaphiko aso, kodwa anivumanga!


Kepha uma sithi: Kubantu; abantu bonke bazosikhanda ngamatshe, ngokuba bakholiwe ukuthi uJohane ungumprofethi.


Yathi iNkosi: Pho abantu balesi sizukulwane ngiyakubafanisa nani na? futhi bafana nani?


Ngoba angigodlanga ukulitshumayela lonke icebo likaNkulunkulu.


Kodwa kuIsrayeli uthi: Usuku lonke ngelulela izandla zami ebantwini abangalaleliyo labaphikayo.


Ngakho-ke esiyizisebenzi kanye naye siyanincenga ukuba ningawamukeli ize umusa kaNkulunkulu.


Angiwujabhi umusa kaNkulunkulu; ngokuba uma ukulunga kuvela ngomthetho, khona uKristu wafela ize.


kuye futhi sazuza ifa kuye, esamiselwa ngaphambili ngokwenjongo yalowo osebenza zonke izinto ngokwecebo lentando yakhe;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ