Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 6:7 - Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ababhali nabaFarisi bamqaphela ukuthi uyakwelapha ngesabatha; ukuze bathole ukumbeka icala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Ababhali nabaFarisi bamqaphelisisa ukuthi uyaphilisa yini ngesabatha, ukuze bathole ukumbeka icala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

7 Izazimthetho nabaFarisi babeqaphile ukuthi uzakuphulukisa yini ngesabatha, ukuze bathole utho abangambeka icala ngalo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

7 Ababhali nabaFarisi bamqaphela ukuthi uyakwelapha ngesabatha; ukuze bathole ukumbeka icala.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 6:7
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abafuna ukuphila kwami bangibekela izingibe, nabafuna ukungilimaza bakhuluma okubi, baceba inkohliso usuku lonke.


Owenza umuntu abe yisiphambeko ngenxa yezwi, ambekele ugibe osolayo esangweni, nolungileyo aphambukele ize.


Ngokuba ngizwile inhlamba yabaningi, ukwesaba nxazonke. Basho, babike, futhi sizobika. Bonke ababengazana nami babheka ukuthi ngime bathi: Mhlawumbe uzolingwa, futhi sizomnqoba futhi siziphindisele kuye.


Kepha mina ngithi kini: Ningamelani nokubi;


Basebemqaphela ukuthi uzamsilisa yini ngesabatha; ukuze bambeke icala.


Umphathi wesinagoge waphendula ngokuthukuthela, ngokuba uJesu esilisa ngesabatha, wathi kubantu: Zikhona izinsuku eziyisithupha okufanele kusetshenzwe ngazo; ngakho wozani ngazo, niphulukiswe, kungabi ngesabatha usuku.


Basebemqaphela, bathuma izinhloli ezizenza abalungileyo ukuze babambe amazwi akhe, ukuze bamnikele emandleni lakulandleni wombusi.


Ngakho abanye kubaFarisi bathi: Lo kaveli kuNkulunkulu, ngoba kagcini isabatha. Abanye bathi: Umuntu oyisoni angenza njani izibonakaliso ezinje? Kwaba khona ukuhlukana phakathi kwabo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ