Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 6:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 Abanye babaFarisi bathi kubo: “Nenzelani okungavunyelwe ukwenziwa ngesabatha na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Kepha abathile babaFarisi bathi: “Nenzelani lokho okungavunyelwe ngesabatha na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 Kepha abanye babaFarisi bathi: “Nikwenzelani okungavunyelwe ngesabatha na?”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 Abanye babaFarisi bathi kubo: “Nenzelani okungavunyelwe ukwenziwa ngesabatha na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 6:2
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Uma umuntu enika umakhelwane wakhe imbongolo, noma inkabi, noma imvu, noma yisiphi isilwane ukuba asigcine; futhi iyafa noma ilimale noma iqhutshwe, kungekho muntu oyibonayo.


Izinsuku eziyisithupha kusetshenzwa; kepha ngosuku lwesikhombisa yisabatha, lingcwele kuJehova; yilowo nalowo owenza noma yimuphi umsebenzi ngosuku lwesabatha wobulawa nokubulawa.


Izinsuku eziyisithupha kumelwe kusetshenzwe, kepha ngosuku lwesikhombisa kuyakuba kini usuku olungcwele, isabatha lokuphumula elivela kuJehova; wonke umuntu osebenza kulo kumele abulawe.


Uma ubuyisa unyawo lwakho esabathani, ukuze uthokoze ngosuku lwami olungcwele; ulibize isabatha ngokuthi injabulo, ingcwele kaJehova, idunyiswa; futhi umhloniphe ngokungenzi izindlela zakho futhi ungafuni okuthandwa nguwe futhi ungakhulumi amazwi akho.


Kepha abaFarisi sebekubona bathi kuye: “Bheka, abafundi bakho benza okungavunyelwe ukwenziwa ngesabatha.


Kungani abafundi bakho beqe isiko labadala na? ngoba abagezi izandla zabo nxa bedla isinkwa.


AbaFarisi bathi kuye: “Bheka, benzani ngesabatha okungavunyelwe na?


Basebesithi kuye: Kungani abafundi bakaJohane bezila ukudla kanengi, bakhuleka, ngokunjalo labafundi babaFarisi; kepha abakho bayadla, baphuze na?


Ngalokho abaJuda bamzingela uJesu, badinga ukumbulala, ngokuba wakwenza lokho ngesabatha.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ