Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 6:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kwathi ngesabatha lesibili ngesabatha lokuqala, wadabula amasimu; abafundi bakhe bakha izikhwebu, badla, bezihlikihla ngezandla.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kwathi ngesabatha wadabula amasimu; abafundi bakhe bakha izikhwebu, badla bezihlikihla ngezandla.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 Kwathi ngesabatha, uJesu nabafundi bakhe bedabula emasimini, abafundi bakhe bakha izikhwebu, bazihlikihla ngezandla, bazidla.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Kwathi ngesabatha lesibili ngesabatha lokuqala, wadabula amasimu; abafundi bakhe bakha izikhwebu, badla, bezihlikihla ngezandla.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 6:1
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Izinsuku eziyisikhombisa uyakudla isinkwa esingenamvubelo; ngosuku lokuqala niyakukhipha imvubelo ezindlini zenu; ngoba wonke odla isinkwa esivutshelweyo kusukela osukwini lokuqala kuze kube lusuku lwesikhombisa, lowomphefumulo uzaqunywa kwaIsrayeli.


Kumelwe nizibalele kusukela ekuseni ngemva kwesabatha, kusukela osukwini enaletha ngalo isithungu somnikelo wokuzuliswa; amasabatha ayisikhombisa kufanele apheleliswe.


Ngosuku lokuqala kuyakuba khona umbuthano ongcwele kini; akukho msebenzi wenkonzo ongenziwa kuwo.


Akakho othi ephuze iwayini elidala ahle afune elisha, ngokuba uthi: Elidala lingcono;


Kwathi futhi ngelinye isabatha wangena esinagogeni, wafundisa; kwakukhona umuntu osandla sakhe sokunene sasishwabene.


Kumelwe uzibalele amasonto ayisikhombisa; qala ukubala amasonto ayisikhombisa kusukela lapho uqala ukwendlala isikela ezinhlangeni.


Uma ungena ezinhlangeni ezingakavunwa zomakhelwane wakho, wokha izikhwebu ngesandla sakho; kodwa akumelwe uhlabe isikela ezinhlangeni zikamakhelwane wakho ezingakavunwa.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ