Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 5:25 - Contemporary Zulu Bible 2024

25 Wasukuma masinyane phambi kwabo, wathatha lokho abelele kukho, wamuka waya endlini yakhe, ekhazimulisa uNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Wasukuma khona lapho phambi kwabo, wathabatha lokho abelele kukho, wamuka waya endlini yakhe emdumisa uNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

25 Wasukuma masinyane bebuka, wathatha uhlaka ayelele kulo, wahamba waya endlini yakhe, emdumisa uNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

25 Wasukuma masinyane phambi kwabo, wathatha lokho abelele kukho, wamuka waya endlini yakhe, ekhazimulisa uNkulunkulu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 5:25
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UNkulunkulu wathi: Makube khona ukukhanya, futhi kwaba khona ukukhanya.


Ngokuba wakhuluma, kwaba; wayala, yaqhubeka imile.


Oletha udumo uyangidumisa; nakulowo oqondisa ukuhamba kwakhe, ngiyakumazisa insindiso kaNkulunkulu.


Kodwa izixuku sezikubona zamangala, zamdumisa uNkulunkulu onikile abantu amandla angaka.


Wasesukuma masinyane, wathatha uhlaka, waphuma phambi kwabo bonke; baze bamangala bonke, bamdumisa uNkulunkulu, besithi: Kasizange sikubone okunje.


Wasebeka izandla phezu kwakhe; njalo wahle waqonda, wadumisa uNkulunkulu.


Khona masinyane yabona, yamlandela, idumisa uNkulunkulu; nabantu bonke bekubona badumisa uNkulunkulu.


Waseselula isandla, wamphatha, wathi: Ngiyathanda, hlambuluka. Masinyane uchoko lwasuka kuye.


Base bephinda bembiza lowo muntu owayeyimpumputhe, bathi kuye: “Dumisa uNkulunkulu;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ