Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 5:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Wamlaya ukuthi angatsheli muntu, kodwa hamba uziveze kumpristi, unikele ngokuhlanjululwa kwakho, njengokulaya kukaMozisi, kube ngubufakazi kubo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Wamyala ukuba angatsheli muntu, wathi: “Kepha suka, uzibonakalise kumpristi, unikele ngokuhlanjululwa kwakho, njengalokho uMose akuyalayo, kube ngubufakazi kubo.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

14 Wayiyala ukuba ingatsheli muntu, kepha wathi: “Hamba, uzibonakalise kumphristi, unikele umnikelo wokuhlanjululwa kwakho njengalokhu uMose wayala, kube ngubufakazi kubo.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

14 Wamlaya ukuthi angatsheli muntu, kodwa hamba uziveze kumpristi, unikele ngokuhlanjululwa kwakho, njengokulaya kukaMozisi, kube ngubufakazi kubo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 5:14
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

“Nxa umuntu enesikhumbeni, noma utwayi, noma ibala elikhanyayo, kusesikhumbeni senyama yakhe njengesifo sochoko; khona-ke kumelwe ilethwe ku-Aroni umpristi noma kwenye yamadodana akhe, abapristi.


Uma isifo siluhlaza noma sibomvu engutsheni noma esikhumbeni, noma entanjeni yokuphuca, noma esentangeni, noma kunoma iyiphi indwangu; kuyisifo sochoko futhi kumelwe kwaziwe kumpristi.


Niyakuyiswa phambi kwababusi namakhosi ngenxa yami, kube ngubufakazi kubo nakwabezizwe.


UJesu wathi kuye: “Bheka, ungatsheli muntu; kepha hamba, uziveze kumpristi, unikele umnikelo uMose ayala ngawo, kube ngubufakazi kubo.


Asevuleka amehlo abo; uJesu wazilaya kakhulu, wathi: Qaphelani kungaziwa muntu.


Nabaninganamukeli, enganizwa, anothi nimuka lapho, nivuthulule uthuli oluphansi kwezinyawo zenu, kube ngubufakazi kubo. Ngiqinisile ngithi kini: Kuyakuba ngcono kulo iSodoma neGomora ngosuku lokwahlulelwa kunakulowo muzi.


Ewabona wathi kuwo: “Hambani nizibonakalise kubapristi. Kwathi besahamba bahlanjululwa.


Waseselula isandla, wamphatha, wathi: Ngiyathanda, hlambuluka. Masinyane uchoko lwasuka kuye.


Lalowo ongayikunamukela, anothi niphuma kulowo muzi, nivuthulule nothuli ezinyaweni zenu, kube ngubufakazi kubo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ