Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 5:10 - Contemporary Zulu Bible 2024

10 Ngokunjalo noJakobe noJohane, amadodana kaZebedewu, ababengabambisene noSimoni. UJesu wasesithi kuSimoni: Ungesabi; kusukela khathesi uzakubamba abantu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 kanjalo-ke noJakobe noJohane amadodana kaZebedewu ababesebenzisana noSimoni. UJesu wathi kuSimoni: “Ungesabi; kusukela manje uzakubamba abantu.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

10 kanjalo noJakobe noJohane amadodana kaZebedewu ababesizana noSimoni. UJesu wathi kuSimoni: “Ungesabi; kusukela manje usuzakudoba abantu.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

10 Ngokunjalo noJakobe noJohane, amadodana kaZebedewu, ababengabambisene noSimoni. UJesu wasesithi kuSimoni: Ungesabi; kusukela khathesi uzakubamba abantu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 5:10
14 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Futhi umbuso wezulu ufana nenetha elaphonswa olwandle, labutha zonke izinhlobo;


Kodwa uJesu wakhuluma kubo masinyane, wathi: Manini isibindi; yimina; ningesabi.


Kwase kufika kuye unina wamadodana kaZebedewu namadodana akhe, wakhuleka, ecela into kuye.


Wathi kubo: “Ngilandeleni, ngizanenza nibe ngabadobi babantu.


Eqhubeka esuka lapho wabona ezinye izelamani ezimbili, uJakobe kaZebedewu noJohane umfowabo, besemkhunjini kanye noZebedewu uyise, belungisa amanetha abo; wasebabiza.


UJesu wathi kubo: “Ngilandeleni, ngiyakunenza nibe ngabadobi babantu.


Baqhweba abalingane babo ababekomunye umkhumbi, ukuba beze babasize. Beza, bayigcwalisa imikhumbi yomibili, yaze yaqala ukucwila.


Ngokuba wamangala yena nabo bonke ababe naye ngokubanjiswa kwezinhlanzi ababezibambile.


uSimoni owaqamba laye ngokuthi nguPetro, loAndreya umfowabo, uJakobe, loJohane, loFiliphu, loBartolomewu,


Kwakundawonye oSimoni Petru, noTomase othiwa uDidimu, noNathanayeli waseKhana laseGalile, namadodana kaZebedewu, nabanye ababili kubafundi bakhe.


Base begcwala bonke uMoya oNgcwele, baqala ukukhuluma ngezinye izilimi, njengalokho uMoya wabapha ukuphumisela.


Noma ngabe ubani obuza ngoThithu, ungumhlanganyeli nesisebenzi kanye nami kini; noma kubuzwa ngabazalwane bethu, bayizithunywa zamabandla nenkazimulo kaKristu.


nokuba balulame ogibeni lukaSathane, ababanjwe nguye ngentando yakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ