Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 4:27 - Contemporary Zulu Bible 2024

27 Kwakukhona abanochoko abaningi kwa-Israyeli ngesikhathi sika-Elisha umprofethi; kepha akuhlanjululwanga namunye kubo, kuphela uNahamani umAramu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Kwakukhona futhi kwa-Israyeli abanochoko abaningi ngesikhathi sika-Elisha umprofethi; kepha akuhlanjululwanga namunye kubo, kuphela uNayimani umSiriya.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

27 Kwakukhona abaningi ababenochoko kwa-Israyeli ngesikhathi sika-Elisha, umphrofethi, kodwa akukho namunye kubo owahlanjululwa, kuphela uNayimani, umSiriya.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

27 Kwakukhona abanochoko abaningi kwa-Israyeli ngesikhathi sika-Elisha umprofethi; kepha akuhlanjululwanga namunye kubo, kuphela uNahamani umAramu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 4:27
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ingabe ukhona ozofundisa uNkulunkulu ulwazi? kuyilapho Yena ehlulela labo abaphakemeyo.


Niphikisana ngani naye? ngoba akazilandisi ngezindaba zakhe.


Ngubani owamlaya indlela yakhe? ngubani ongasho ukuthi: ‘Wenzile okubi na?


Futhi bonke abakhileyo emhlabeni babhekwa njengento engelutho; futhi wenza njengentando yakhe ebandleni lasezulwini naphakathi kwabakhileyo emhlabeni; akakho ongabamba isandla sakhe, athi kuye: ‘Wenzani na?’


Ukuthi wangena endlini kaNkulunkulu, wadla izinkwa zokubukwa, okwakungavunyelwe yena ukuthi azidle, nalabo ababenaye, kubapristi bodwa?


UJesu welula isandla, wamphatha, wathi: Ngiyathanda; hlambuluka. Masinyane uchoko lwakhe lwahlambuluka.


Bonke ababesesinagogeni bekuzwa lokho bagcwala ulaka.


Ngisenabo ezweni ngabagcina egameni lakho labo onginike bona, ngibagcinile; ukuze kugcwaliseke umbhalo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ