Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 3:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Namasosha ambuza, ethi: “Thina-ke siyakwenzani na? Wasesithi kubo: Lingaphambanisi muntu, lingaqambi amanga; neneliswe yinkokhelo yenu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Namabutho ambuza athi: “Thina-ke, sizakwenzani na?” Wathi kuwo: “Ningamuki muntu lutho ngendluzula, ningamxabheleli; yaneliswani yizinkokhelo zenu.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

14 Namabutho ambuza athi: “Thina-ke kumele senzenjani na?” Wathi kuwo: “Kumele ningephuci muntu utho ngendluzula, futhi ningamxabheleli, kodwa yeneliswani yilokho enikukhokhelwayo.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

14 Namasosha ambuza, ethi: “Thina-ke siyakwenzani na? Wasesithi kubo: Lingaphambanisi muntu, lingaqambi amanga; neneliswe yinkokhelo yenu.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 3:14
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ungasakazi amahemuhemu; ungahlanganisi izandla nomubi ukuba ube ngufakazi ongalungile.


Ningebi, futhi ningakhohlisi, ningaqambelani amanga.


Kwathi uJesu esengenile eKapenawume, kweza kuye induna yekhulu, yamncenga.


UZakewu wema wathi eNkosini; Bheka, Nkosi, inxenye yempahla yami ngiyipha abampofu; futhi uma ngithathe utho kumuntu ngamanga, ngimbuyisela ngokuphindwe kane.


Wathi kubo: Ningabizi okungaphezu kwalokho enikumiselweyo.


Kwathi isimukile ingelosi eyayikhuluma noKorneliyu, wabiza ababili bendlu yakhe nebutho elikholwayo kulabo ababemlindile njalo;


ukuze nibe ngabangasolekiyo nabangenacala, abantwana bakaNkulunkulu abangenacala phakathi kwesizwe esiyisigwegwe nesiphambeneyo, enikhanya phakathi kwaso njengezinkanyiso ezweni;


Akusikho ukuthi ngikhuluma ngokuswela, ngokuba mina ngifundile ukwaneliseka kunoma yisiphi isimo engikuso.


Ngokunjalo nabesifazane asebekhulile baziphathe ngendlela efanele ubungcwele, bangabi ngabahlebi, bangabi yizigqila zewayini eliningi, babe abafundisi bokuhle;


Ngase ngizwa izwi elikhulu ezulwini, lithi: Manje isifikile insindiso, namandla, nombuso kaNkulunkulu wethu, namandla kaKristu wakhe; ebusuku.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ