Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 23:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Wasembuza ngamazwi amaningi; kodwa akamphendulanga lutho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Wambuza ngamazwi amaningi, kepha yena kamphendulanga ngalutho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 UHerode wambuza ngokuningi, kodwa kamphendulanga ngalutho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

9 Wasembuza ngamazwi amaningi; kodwa akamphendulanga lutho.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 23:9
13 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Ngangiyisimungulu, angivulanga umlomo wami; ngoba ukwenzile.


Wacindezelwa, waba lusizi, kepha akawuvulanga umlomo wakhe; njengewundlu uyiswa ekuhlatshweni, nanjengemvu isimungulu phambi kwabagundi bayo, kanjalo akawuvuli umlomo wakhe.


Kwathi emangalelwa ngabapristi abakhulu namalunga, akaphendulanga lutho.


Akamphendula nakancane; waze wamangala kakhulu umbusi.


Ninganiki izinja okungcwele, ningaphonsi amaparele enu phambi kwezingulube, funa ziwanyathele ngezinyawo zazo, ziphenduke, ziniklebhule.


Kodwa uJesu akaphendulanga lutho; waze wamangala uPilatu.


Wathi kubo: “Hambani niyitshele leyo mpungushe ukuthi: ‘Bheka, ngikhipha amademoni, ngiphulukisa abantu namuhla nakusasa, kuthi ngosuku lwesithathu ngipheleliswe.


Abapristi abakhulu nababhali babemi bemmangalela kakhulu.


Wabuye wangena endlini yokwahlulela, wathi kuJesu: “Ungowaphi na? Kodwa uJesu kamphendulanga.


Indawo yombhalo eyayiwufunda yayisithi: Wayiswa ekuhlatshweni njengemvu; nanjengewundlu elithule phambi komgundi walo, akawuvulanga umlomo wakhe;


owathi ethukwa, akaphindanga athuke; lapho ehlupheka, akasongelanga; kodwa wayezinikele kuye owahlulela ngokulunga.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ