Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 22:52 - Contemporary Zulu Bible 2024

52 UJesu wayesethi kubapristi abakhulu nezinduna zethempeli namalunga ababeze kuye: “Niphume niphethe izinkemba nezinduku kungathi nize kumphangi na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

52 Wathi uJesu kubapristi abakhulu, nezinduna zethempeli, namalunga ababeze kuye: “Niphumile kungathi nize kumphangi niphethe izinkemba nezinduku.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

52 Wathi uJesu kubaphristi abakhulu, ezinduneni zethempeli, nakumalunga ababeze kuye ukuzombopha: “Niphume niphethe izinkemba nezagila sengathi nize kumphangi na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

52 UJesu wayesethi kubapristi abakhulu nezinduna zethempeli namalunga ababeze kuye: “Niphume niphethe izinkemba nezinduku kungathi nize kumphangi na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 22:52
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kepha uJehoyada umpristi waziyala izinduna zamakhulu, izinceku zempi, wathi kuzo: “Myekeni aphumele ngaphandle kwamasimu, nibulale omlandelayo ngenkemba. Ngokuba umpristi wathi: “Makangabulawelwa endlini kaJehova.”


Esakhuluma, bheka, kwafika uJudasi, omunye wabayishumi nambili, enesixuku esikhulu siphethe izinkemba nezinduku, sivela kubapristi abakhulu namalunga abantu.


Ngaleso sikhathi uJesu wathi ezixukwini: “Niphumele ukungibamba niphethe izinkemba nezinduku njengokuya kumphangi na? Bengihlezi kini insuku zonke ethempelini ngifundisa, aningibambanga.


Ngokuba ngithi kini: Lokhu okulotshiweyo kusamelwe kufezeka kimi, kokuthi: Wabalwa kanye nezelelesi, ngokuba okuqondene nami kunesiphelo.


Wasuka wahamba, wakhuluma nabapristi abakhulu nezinduna, ukuthi angamkhaphela kanjani kubo.


UJesu waphendula wathi: “Musani; Wathinta indlebe yakhe, wamphulukisa.


Benginani imihla ngemihla ethempelini, anelulanga izandla kimi, kepha lesi kuyisikhathi senu, namandla obumnyama.


Ngisenabo ezweni ngabagcina egameni lakho labo onginike bona, ngibagcinile; ukuze kugcwaliseke umbhalo.


Khona yahamba induna nezikhonzi, zabaletha kungengamandla, ngokuba besesaba abantu, funa bakhandwe ngamatshe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ