Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 20:9 - Contemporary Zulu Bible 2024

9 Waseqala ukukhuluma ebantwini lumfanekiso; Umuntu othile watshala isivini, wasiqashisa kubalimi, waya ezweni elikude isikhathi eside.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Wayeseqala ukulandisa lo mfanekiso, ethi kubantu: “Umuntu watshala isivini, wasiqashisa kubalimi, waya kwelinye izwe isikhathi eside.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

9 Waqala ukulandisa abantu lo mzekeliso, wathi: “Umuntu othile watshala isivini, wasiqashisa kubalimi, wayesehamba isikhathi eside.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

9 Waseqala ukukhuluma ebantwini lumfanekiso; Umuntu othile watshala isivini, wasiqashisa kubalimi, waya ezweni elikude isikhathi eside.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 20:9
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Kodwa mina ngikutshale umvini omuhle, wonke uyimbewu yeqiniso; pho, ungiphendule kanjani ngibe yisithombo esibolile somvini wezizweni na?


Ngokuba umbuso wezulu unjengomuntu owaya ezweni elikude, wabiza izinceku zakhe, wazinika impahla yakhe.


Wathi-ke: “Umuntu othile wobukhosi waya ezweni elikude ukuyozithathela umbuso, abuye.


Ngesikhathi esifaneleyo wathuma inceku kubalimi, ukuthi bamnike ezithelweni zesivini; kodwa abalimi bayitshaya, bayimukisa ze.


UJesu wathi kubo: “Nami anginitsheli ukuthi ngenza lokhu ngagunya lini.


Uzikhethele abahluleli nababonisi kuwo wonke amasango akho uJehova uNkulunkulu wakho akunika wona ngokwezizwe zakho; futhi bayokwahlulela abantu ngokwahlulela okulungileyo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ