Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 20:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 UJesu wathi kubo: “Nami anginitsheli ukuthi ngenza lokhu ngagunya lini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 UJesu wayesethi kubo: “Nami-ke anginitsheli ukuthi ngenza lokhu ngagunya lini.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 UJesu wayesethi kubo: “Nami angizukunitshela ukuthi lokhu ngikwenza ngagunya lini.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

8 UJesu wathi kubo: “Nami anginitsheli ukuthi ngenza lokhu ngagunya lini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 20:8
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Bayekeni; bangabaholi abayizimpumputhe. Uma impumputhe ihola impumputhe, ziyakuyela emgodini zombili.


Isizukulwane esibi nesiphingayo sifuna isibonakaliso; futhi kasiyikunikwa sibonakaliso, ngaphandle kwesibonakaliso sikaJona umprofethi. Wabashiya, wahamba.


Base bemphendula uJesu, bathi: “Asazi. Wathi kubo: “Nami anginitsheli ukuthi ngenza lokhu ngagunya lini.


Base bephendula, bathi kuJesu: “Asazi. UJesu waphendula, wathi kubo: “Nami anginitsheli ukuthi ngenza lokhu ngagunya lini.


Base bephendula ngokuthi abazi lapho livela khona.


Waseqala ukukhuluma ebantwini lumfanekiso; Umuntu othile watshala isivini, wasiqashisa kubalimi, waya ezweni elikude isikhathi eside.


Futhi noma nginibuza, aniyikungiphendula, futhi aniyikungikhulula.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ