Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 2:51 - Contemporary Zulu Bible 2024

51 Wehla nabo, wafika eNazaretha, wabathobela, kepha unina wawagcina onke lawo mazwi enhliziyweni yakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

51 Wehla nabo, wafika eNazaretha, wabathobela. Kepha unina wawagcina onke lawa mazwi enhliziyweni yakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

51 Wehla nabo, wafika eNazaretha, wabathobela. Kepha unina wawalonda wonke lawo mazwi enhliziyweni yakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

51 Wehla nabo, wafika eNazaretha, wabathobela, kepha unina wawagcina onke lawo mazwi enhliziyweni yakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 2:51
15 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Abafowabo basebemhawukela; kodwa uyise waligcina ilizwi.


Izwi lakho ngalifihla enhliziyweni yami, ukuze ngingoni kuwe.


Kuze kube manje ukuphela kwendaba. Kepha uDaniyeli wami, imicabango yami yangethusa kakhulu, nobuso bami baguquka phakathi kwami; kodwa ngagcina indaba enhliziyweni yami.


Esakhuluma nesixuku, bheka, unina nabafowabo bema ngaphandle befuna ukukhuluma naye.


UJesu waphendula wathi kuye: Vuma kalokhu, ngokuba kusifanele ukugcwalisa kanjalo ukulunga konke. Wase emvumela.


Kwathi ngalezo zinsuku kwafika uJesu evela eNazaretha laseGalile, wabhapathizwa nguJohane eJordani.


Lo akasiye umbazi, indodana kaMariya, nomfowabo kaJakobe, noJose, noJuda, noSimoni? Nodadewabo abakho yini lapha kithi na? Base bekhubeka kuye.


Base beyitshela ukuthi uJesu waseNazaretha uyadlula.


Kodwa uMariya wagcina zonke lezizinto, ezindla ngakho enhliziyweni yakhe.


Sebefeze konke ngokomthetho weNkosi, babuyela eGalile emzini wakubo eNazaretha.


Wafika eNazaretha, lapho akhulele khona; njengokwenza kwakhe wangena esinagogeni ngosuku lwesabatha, wasukuma ukuba afunde.


Wathi kubo: “Niyakusho kimi lesi saga sokuthi: ‘Nyanga, zelaphe wena;’


nizithoba omunye komunye ngokwesaba uNkulunkulu.


Ngokuba nabizelwa lokho, ngokuba uKristu wahlupheka ngenxa yethu, esishiyela isibonelo sokuba nilandele ezinyathelweni zakhe;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ