Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 16:8 - Contemporary Zulu Bible 2024

8 Inkosi yamtusa umphathi ongalungile, ngokuba wenze ngokuhlakanipha; ngokuba abantwana balesi sikhathi bahlakaniphile esizukulwaneni sabo kunabantwana bokukhanya.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 “Inkosi yambabaza umphathi ongalungile ngokuthi wenze ngokuhlakanipha, ngokuba abantwana balesi sikhathi bahlakaniphile esizukulwaneni sabo kunabantwana bokukhanya.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

8 “Inkosi yayibabaza induna engathembekile, ngokuba yenza ngokuhlakanipha, ngokuba abantu balesi sikhathi esizukulwaneni sabo bahlakaniphile kunabantwana bokukhanya.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

8 Inkosi yamtusa umphathi ongalungile, ngokuba wenze ngokuhlakanipha; ngokuba abantwana balesi sikhathi bahlakaniphile esizukulwaneni sabo kunabantwana bokukhanya.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 16:8
23 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Inyoka yayinobuqili kunazo zonke izilwane zasendle abezenzile uJehova uNkulunkulu. Yasisithi kowesifazana: Yebo, uNkulunkulu wathi: Lingadli kuyo yonke imithi yensimu?


Kepha u-Amnoni wayenomngane ogama lakhe linguJonadaba indodana kaShimeya umfowabo kaDavide; uJonadaba wayeyindoda ehlakaniphileyo.


Khathesi ngibizeleni bonke abaprofethi bakaBhali, zonke izinceku zakhe labo bonke abapristi bakhe; makungasweleki muntu, ngokuba nginomhlatshelo omkhulu kuBali; loba ngubani oswelayo kayikuphila. Kodwa uJehu wakwenza ngobuqili, ngenjongo yokubhubhisa izinceku zikaBhali.


Kubantu abayisandla sakho, Jehova, kubantu bomhlaba abanesabelo sabo kulokhu kuphila, nesisu sabo usigcwalisa ngengcebo yakho efihliweyo; bagcwele abantwana bashiyela abancane babo okusalayo.


Wozani sibaphathe ngokuhlakanipha; ukuze bangande, futhi uma kuqubuka noma iyiphi impi, nabo bazihlanganisa nezitha zethu futhi balwe nathi futhi kanjalo bahoxe ezweni.


Umuntu uyakudunyiswa ngokokuhlakanipha kwakhe, kepha onenhliziyo embi uyadelelwa.


Nalowo okhuluma izwi elibi ngeNdodana yomuntu uyakuthethelelwa;


UPetro wathi kuye: Kwabezizweni. UJesu wathi kuye: Ngakho-ke abantwana bakhululekile.


Othembekile kokuncinyane uthembekile nakokukhulu, nongalungile kokuncane kakhulu akalungile nakokukhulu.


Sengikwazi engizakwenza, ukuze, nxa ngikhutshwa ebuphathini, bangamukele ezindlini zabo.


Wasesithi komunye: Wena-ke unecala elingakanani? Wathi: Izilinganiso eziyikhulu zikakolweni. Wathi kuye: Thatha incwadi yakho, ulobe amashumi ayisishiyagalombili.


Yathi iNkosi: Zwanini akushoyo umahluleli ongalungile.


UJesu waphendula wathi kubo: Abantwana balumhlaba bayathatha, bayendiswa;


Kodwa labo okuthiwa bafanele ukuthola lelolizwe lokuvuka kwabafileyo kabathathani, kabendiswa;


Nisenokukhanya kholwani ngukukhanya, ukuze nibe ngabantwana bokukhanya. UJesu wakhuluma lokho, wamuka, wacasha kubo.


Makungabikho ozikhohlisayo. Uma umuntu phakathi kwenu ethi uhlakaniphile kuleli zwe, akabe yisiwula, ukuze ahlakaniphe.


Ngokuba nanikade nibubumnyama, kepha manje ningukukhanya eNkosini; hambani njengabantwana bokukhanya;


abakuphela kwabo kungukubhujiswa, abaNkulunkulu wabo uyisisu sabo, nodumo lwabo lusehlazweni labo, abanaka izinto zasemhlabeni.


Lina lonke lingabantwana bokukhanya labantwana bemini;


Kepha nina niluhlanga olukhethiweyo, ubupristi obobukhosi, isizwe esingcwele, abantu abazuziweyo; ukuze nishumayele ubukhosi balowo owanibiza niphume ebumnyameni, ningene ekukhanyeni kwakhe okumangalisayo;


Ngalokhu babonakaliswa abantwana bakaNkulunkulu nabantwana bakaSathane: yilowo nalowo ongenzi ukulunga akasiye okaNkulunkulu, nalowo ongamthandi umzalwane wakhe.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ