Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 16:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Wayesethi nakubafundi bakhe: “Kwakukhona umuntu othile onothileyo owayenomphathi; yona yabekwa icala lokuthi ichithe impahla yayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Wayesekhuluma nakubafundi bakhe, ethi: “Kwakukhona umuntu othile oyisicebi, owayenomphathi; yena wamangalelwa kuye ngokuthi uchitha impahla yakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 UJesu wayesekhuluma futhi kubafundi bakhe, ethi: “Kwakukhona umuntu othile oyisicebi, owayenenduna; yamangalelwa kuye ngokuthi isaphaza impahla yakhe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Wayesethi nakubafundi bakhe: “Kwakukhona umuntu othile onothileyo owayenomphathi; yona yabekwa icala lokuthi ichithe impahla yayo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 16:1
19 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Wayesethi u-Abrama: “Nkosi Jehova, uyakunginikani, lokhu ngingenamntwana, nomphathi wendlu yami ngu-Eliyezeri waseDamaseku na?


Asondela kumlindi wendlu kaJosefa, akhuluma kuye ngasemnyango wendlu;


UDavide wayenazo zonke izinduna zakwa-Israyeli, izinduna zezizwe nezinduna zezigaba ezikhonza inkosi, nezinduna zezinkulungwane, nezinduna zamakhulu, nababonisi bazo zonke izimpahla nempahla yenkosi, nabanye. Emadodaneni akhe, nababonisi, nabanye bamaqhawe, nawo onke amaqhawe, kwaze kwaba seJerusalema.


Owephuzayo emsebenzini wakhe ungumfowabo womchithi omkhulu.


Ngokuba wayengazi ukuthi yimina engimnike amabele, newayini, namafutha, ngandisa isiliva negolide abakulungisela uBali.


Kwathi sekuhlwile, umninisivini wathi enduneni yakhe: Biza izisebenzi, uzinike inkokhelo yazo, uqale ngezokugcina kuze kube ngezokuqala.


INkosi yasisithi: Pho, ngubani umphathi othembekileyo lohlakaniphileyo, inkosi yakhe eyakumbeka phezu kwabendlu yayo, ukuze abaphe isabelo sabo sokudla ngesikhathi esifaneleyo?


Kwathi emva kwezinsuku ezingeziningi indodana encane yayisibutha konke, yamuka, yaya ezweni elikude;


Kodwa kuthe ifika le ndodana yakho, edle ukudla kwakho lezifebe, uyihlabele ithole elikhuluphalisiweyo.


Kwakukhona umuntu othile onothileyo, owayegqoka ezibubende nezelineni elicolekileyo, ezijabulisa imihla ngemihla etamasa.


Wambiza wathi kuye: “Kuyini lokhu engikuzwa ngawe na? landisa ngobuphathi bakho; ngoba ungabe usaba ngumphathi.


Kwasekusiza nenye, yathi: Nkosi, bheka, nangu umina wakho, ebengiwubeke eqhiyeni.


NoJowana umkaKhuza inceku kaHerode, noSusana, nabanye abaningi, ababemkhonza ngempahla yabo.


Ngokuba umbonisi umelwe ukuba ngongasolekiyo, njengomphathi kaNkulunkulu; ongesiye othanda ubugovu, ongasheshi ukuthukuthela, ongadakwa, ongashayi, ongesiye inzuzo embi;


Niyacela, kepha anikwamukeli, ngokuba nicela kabi, ukuze nikusebenzise ezinkanukweni zenu.


Njengalokho yilowo nalowo isipho asamukeleyo, khonzanani ngaso njengabaphathi abalungileyo bomusa omkhulu kaNkulunkulu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ