Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 15:2 - Contemporary Zulu Bible 2024

2 AbaFarisi nababhali bakhonona, bathi: “Lo wamukela izoni, adle nazo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 AbaFarisi nababhali base bakhonona bethi: “Lo muntu wamukela izoni, adle nazo.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

2 Kepha abaFarisi nezazimthetho bakhononda, bethi: “Lo muntu wamukela izoni, futhi adle nazo.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

2 AbaFarisi nababhali bakhonona, bathi: “Lo wamukela izoni, adle nazo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 15:2
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

INdodana yomuntu yafika idla, iphuza, bathi: ‘Bhekani, umuntu oyisiminzi nesiphuzi, umngane wabathelisi nezoni. Kodwa ukuhlakanipha kulungisiswa kubantwana bakho.


Kwathi abaFarisi bekubona lokho bathi kubafundi bakhe: Kungani umfundisi wenu esidla labathelisi lezoni?


Sebekubonile bonke bakhonona, besithi: Ungene ukuvakatshela indoda eyisoni.


Kodwa ababhali babo labaFarisi bakhonona ngabafundi bakhe, besithi: Kungani lisidla linatha labathelisi lezoni?


INdodana yomuntu ifikile idla, inatha; nithi: ‘Bhekani, umuntu oyisiminzi nesiphuzi, umngane wabathelisi nezoni.


Kwathi ekubona lokho umFarisi owayembizile, wakhuluma phakathi kwakhe, wathi: “Lona, ukuba ubengumprofethi, ngabe uyazi ukuthi ungubani nokuthi unjani owesifazane omthintayo, ngokuba uyisoni.


besithi: Wangena ebantwini abangasokanga, wadla labo.


Ngokuba bengakafiki abathile ababevela kuJakobe, wadla nabezizwe;


Likholekile leli zwi, lifanele ukwamukelwa konke, ukuthi uKristu Jesu weza ezweni ukusindisa izoni; engiyinduna yabo.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ