Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 14:1 - Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kwathi ngesabatha engena endlini yomunye wabaphathi babaFarisi ukuba adle isinkwa, bona bamqaphela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Kwathi ekungeneni kwakhe ngesabatha endlini yomunye waba yizikhulu kubaFarisi ukuba adle ukudla, bona uqobo babemqaphele.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

1 Kwathi ngesabatha uJesu waya endlini yomunye wabaFarisi oyisikhulu, eyokudla, bembheke ngeso lokhozi.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

1 Kwathi ngesabatha engena endlini yomunye wabaphathi babaFarisi ukuba adle isinkwa, bona bamqaphela.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 14:1
19 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Lapho efika ukungibona, ukhuluma okuyize; uma eya kwelinye izwe, uyakusho.


Bacebisana kuphela ukuze bamlahle ekuphakameni kwakhe; bajabulela amanga; bayabusisa ngomlomo wabo, kepha ezibilinini zabo bayathuka. Sela.


Ngokuba njengalokho ecabanga enhliziyweni yakhe, unjalo: “Yidlani, niphuze, uthi kini; kodwa inhliziyo yakhe kayikuwe.


Pho, umuntu udlula imvu kangakanani na? Ngakho kuvunyelwe ukwenza okuhle ngesabatha.


Basebemqaphela ukuthi uzamsilisa yini ngesabatha; ukuze bambeke icala.


Esakhuluma, umFarisi othile wamncenga ukuba adle naye;


Bheka, kwakukhona phambi kwakhe indoda ethile eyayinochoko.


Kwathi ebuzwa ngabaFarisi ukuthi umbuso kaNkulunkulu uzakufika nini, wabaphendula wathi: Umbuso kaNkulunkulu awufiki ubonwa.


Basebemqaphela, bathuma izinhloli ezizenza abalungileyo ukuze babambe amazwi akhe, ukuze bamnikele emandleni lakulandleni wombusi.


Ababhali nabaFarisi bamqaphela ukuthi uyakwelapha ngesabatha; ukuze bathole ukumbeka icala.


Kwakukhona umuntu wakubaFarisi, nguNikodemu igama lakhe, isikhulu sabaJuda;


Kwasekusukuma omunye emphakathini, umFarisi ogama lakhe linguGamaliyeli, umfundisi womthetho otusekayo kubantu bonke, wayala ukuba abaphostoli bakhishwe isikhashana;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ