Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 13:32 - Contemporary Zulu Bible 2024

32 Wathi kubo: “Hambani niyitshele leyo mpungushe ukuthi: ‘Bheka, ngikhipha amademoni, ngiphulukisa abantu namuhla nakusasa, kuthi ngosuku lwesithathu ngipheleliswe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Wathi kubo: “Hambani nithi kuleyo mpungushe: ‘Bheka, ngikhipha amademoni, ngiphulukise abagulayo namuhla nakusasa, kuthi ngosuku lwesithathu ngipheleliswe.’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

32 UJesu wathi kubo: “Hambani nitshele leyo mpungushe nithi: ‘Ngikhipha amadimoni, ngiphilise abagulayo, namuhla nakusasa, kuthi ngosuku lwesithathu ngipheleliswe.’

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

32 Wathi kubo: “Hambani niyitshele leyo mpungushe ukuthi: ‘Bheka, ngikhipha amademoni, ngiphulukisa abantu namuhla nakusasa, kuthi ngosuku lwesithathu ngipheleliswe.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 13:32
16 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Sithatheleni izimpungushe, izimpungushe ezincane ezichitha izivini, ngokuba izivini zethu zinezithelo zomvini.


O Israyeli, abaprofethi bakho banjengezimpungushe ehlane.


Izikhulu zawo phakathi kwawo zingamabhubesi abhodlayo; abahluleli bawo bayizimpisi zasebusuku; abadli amathambo kuze kuse.


Inkosi uHerode yasizwa ngaye; (ngokuba igama lakhe laduma) wathi: “UJohane uMbhapathizi uvukile kwabafileyo, ngakho-ke imisebenzi yamandla iyabonakala kuye.


UJesu wawaphendula wathi: Ngilitshengise imisebenzi eminengi emihle evela kuBaba; Yimuphi kule misebenzi eningikhandela yona na?


Kuthe uJesu eselamukele uviniga, wathi: “Kufeziwe.” Wagebisa ikhanda, wafa.


Ngokuba kwakumfanele yena, okukhona konke ngenxa yakhe, nezikhona ngaye zonke izinto, lapho eletha amadodana amaningi enkazimulweni, aphelelise ngezinhlupheko umbusi wensindiso yawo.


futhi esephelelisiwe, waba yinhloko yensindiso ephakade kubo bonke abamlalelayo;


Ngokuba umthetho umisa abantu abanobuthakathaka babe ngabapristi abakhulu; kepha izwi lesifungo, elalandela umthetho, limisa iNdodana engcwele kuze kube phakade.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ