Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 13:14 - Contemporary Zulu Bible 2024

14 Umphathi wesinagoge waphendula ngokuthukuthela, ngokuba uJesu esilisa ngesabatha, wathi kubantu: Zikhona izinsuku eziyisithupha okufanele kusetshenzwe ngazo; ngakho wozani ngazo, niphulukiswe, kungabi ngesabatha usuku.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 Umphathi wesinagoge,* ecunukile ngokuba uJesu ephulukisile ngesabatha, waphendula, wathi kuso isixuku: “Kukhona izinsuku eziyisithupha okufanele ukusetshenzwa ngazo; ngakho-ke anoza ngazo, niphulukiswe, kungabi ngosuku lwesabatha.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

14 Umphathi wesinagoge wacasuka ngokuba uJesu esindise umuntu ngesabatha, wayesekhuluma esixukwini ethi: “Kunezinsuku eziyisithupha okufanele ukuba kusetshenzwe ngazo. Ngakho-ke wozani ngalezo zinsuku ukuze niphiliswe, hhayi ngosuku lwesabatha.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

14 Umphathi wesinagoge waphendula ngokuthukuthela, ngokuba uJesu esilisa ngesabatha, wathi kubantu: Zikhona izinsuku eziyisithupha okufanele kusetshenzwe ngazo; ngakho wozani ngazo, niphulukiswe, kungabi ngesabatha. usuku.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 13:14
20 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Izinsuku eziyisithupha uyakusebenza, uwenze wonke umsebenzi wakho;


Izinsuku eziyisithupha kumelwe wenze umsebenzi wakho, futhi ngosuku lwesikhombisa kumelwe uphumule, ukuze inkabi yakho nembongolo yakho ziphumule, futhi indodana yesigqilakazi sakho nomfokazi baqabuleke.


Futhi ngabanika amasabatha ami abe yisibonakaliso phakathi kwami nabo, ukuze bazi ukuthi nginguJehova obangcwelisayo.


Ngokuba washaya ngohlangothi nangehlombe, washaya zonke ezigulayo ngezimpondo zakho, waze wazihlakaza;


Izinsuku eziyisithupha kosetshenzwa, kepha usuku lwesikhombisa luyisabatha lokuphumula, umbuthano ongcwele; ningenzi msebenzi ngalo; kuyisabatha leNkosi ezindlini zenu zonke.


Kepha abaFarisi sebekubona bathi kuye: “Bheka, abafundi bakho benza okungavunyelwe ukwenziwa ngesabatha.


Bheka, kwafika omunye wabaphathi besinagoge, nguJayiru igama lakhe; kwathi embona wawa ngasezinyaweni zakhe.


Base begcwala ukuhlanya; basebekhulumisana bodwa ukuthi bangamenzani uJesu.


Ababhali nabaFarisi bamqaphela ukuthi uyakwelapha ngesabatha; ukuze bathole ukumbeka icala.


Bheka, kwafika indoda, nguJayiru igama layo, ingumphathi wesinagoge, yaziphonsa phansi ngasezinyaweni zikaJesu, yamncenga ukuba angene endlini yayo.


Kwathi sekufundiwe umlayo labaprofethi, abaphathi besinagoge bathumela kubo, besithi: Madoda, bazalwane, uba lilolizwi lokukhuthaza abantu, khulumani.


Khona wonke amaGreki ambamba uSostene induna yesinagoge, amshaya phambi kwesihlalo sokwahlulela. Kepha uGaliyu akabanga nandaba nalutho lwalezo zinto.


UKrispu induna yesinagoge wakholwa yiNkosi kanye nendlu yakhe yonke; abaningi kwabaseKorinte bezwa bakholwa, babhapathizwa.


Ngokuba ngiyabafakazela ukuthi banentshiseko ngoNkulunkulu, kodwa kungengokokwazi.


Izinsuku eziyisithupha uyakusebenza, uwenze wonke umsebenzi wakho;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ