Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 12:57 - Contemporary Zulu Bible 2024

57 Yebo, kungani nina ngokwenu ningazahluleli okulungile na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

57 “Pho, yini ukuba ninganqumi ngokwenu okulungileyo na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

57 “Yini ningakwazi ukubona okufanele nikwenze na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

57 Yebo, kungani nina ngokwenu ningazahluleli okulungile na?

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 12:57
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJesu waphendula wathi kubo: Ngiqinisile ngithi kini: Uba lilokholo, lingathandabuzi, kaliyikwenza lokhu emkhiwaneni kuphela, kodwa loba lisithi kulentaba: Suka; uphonseke elwandle; kuyakwenziwa.


Ngokuba uJohane weza kini ngendlela yokulunga, anikholwanga nguye, kepha abathelisi nezifebe bakholwa nguye;


nxa isihluma, niyabona, nazi ngokwenu ukuthi ihlobo seliseduze.


Ningahluleli ngokubonakala, kodwa yahlulelani ukwahlulela okulungileyo.


Wafakaza nangamanye amazwi amaningi, wabayala wathi: “Zisindiseni kulesi sizukulwane esiphambeneyo.


Ziboneleni nina ngokwenu; kuyafaneleka yini ukuba owesifazane akhuleke kuNkulunkulu engagubuzele na?


Imvelo uqobo lwayo ayinifundisi yini ukuthi uma indoda inezinwele ezinde, kulihlazo kuyo na?


O, ukube bebehlakaniphile, bakuqonde lokhu, bakuqaphele ukuphela kwabo;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ