Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




NgokukaLuka 11:51 - Contemporary Zulu Bible 2024

51 Kusukela egazini lika-Abela kuze kufike egazini likaZakariya owafela phakathi kwe-altare nethempeli. Ngiqinisile ngithi kini: Liyakubizwa kulesi sizukulwane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

51 kusukela egazini lika-Abela kuze kufike egazini likaZakariya owabulawa phakathi kwe-altare nethempeli. Yebo, ngithi kini: Lizakubizwa kulesi sizukulwane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

51 kusukela egazini lika-Abela kuze kufike egazini likaZakhariya, owabulawa phakathi kwe-althare nethempeli. Yebo, ngithi kini: lizakubizwa kulesi sizukulwane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

51 Kusukela egazini lika-Abela kuze kufike egazini likaZakariya owafela phakathi kwe-altare nethempeli. Ngiqinisile ngithi kini: Liyakubizwa kulesi sizukulwane.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




NgokukaLuka 11:51
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Waphinda wazala umfowabo u-Abela. U-Abela wayengumalusi wezinkomo, kepha uKayini wayengumlimi.


Kodwa uzakuthi kibo: Lesi yisizwe esingalilaleli ilizwi le Nkosi uNkulunkulu waso, njalo esingamukeli isijeziso; iqiniso lalahleka lanqanyulwa emilonyeni yabo.


Ngenyanga yesishiyagalombili, ngomnyaka wesibili kaDariyu, izwi likaJehova lafika kuZakariya, indodana kaBerekiya, indodana ka-Ido umprofethi, lathi:


ukuze kwehlele phezu kwenu igazi lonke elilungileyo elachithwa emhlabeni, kusukela egazini lika-Abela olungileyo kuze kufike egazini likaZakariya indodana kaBarakiya enambulala phakathi kwethempeli ne-altare.


Ngokukholwa u-Abela wanikela kuNkulunkulu ngomhlatshelo omuhle kunokaKayini, afumana ngakho ubufakazi bokuthi ulungile, uNkulunkulu efakaza ngezipho zakhe;


nakuJesu umlamuleli wesivumelwano esisha, nasegazini lokufafazwa, elikhuluma okuhle kunelika-Abela.


Kungabi njengoKayini owayengowomubi, wabulala umfowabo. Wambulalelani na? Ngoba imisebenzi yakhe yayimibi, kodwa eyomfowabo ilungile.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ