NgokukaLuka 1:8 - Contemporary Zulu Bible 20248 Kwasekusithi esenza inkonzo yobupristi phambi kukaNkulunkulu ngehlelo lesigaba sakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE8 Kwathi-ke esayenza inkonzo yobupristi phambi kukaNkulunkulu njengokuhlelwa kwesikhathi sesigaba sakubo, အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 20208 Kwathi-ke uZakhariya enza umsebenzi wakhe wobuphristi phambi kukaNkulunkulu, njengokuhlelwa kwesikhathi sesigaba ayekuso, အခန်းကိုကြည့်ပါ။Baasraak Zulu New Testament Bible8 Kwasekusithi esenza inkonzo yobupristi phambi kukaNkulunkulu ngehlelo lesigaba sakhe. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Njengesimiso sikayise uDavide, wamisa izigaba zabapristi enkonzweni yabo, namaLevi ezikhulwini zabo ukuba badumise, bakhonze phambi kwabapristi njengenkonzo yezinsuku zonke, nabalindisango ngokwenkonzo yabo isevisi. Emigwaqweni kuwo onke amasango, ngokuba wamyala kanjalo uDavide umuntu kaNkulunkulu.