Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 9:23 - Contemporary Zulu Bible 2024

23 Kwathi uJesu efika endlini yombusi, ebona abezihabhu lexuku lixokozela;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 UJesu esefikile endlini yomphathi, ebona khona ababethi bemitshingo nesixuku esixokozelayo,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

23 UJesu esefikile endlini yomphathi, ebona khona ababethi bemitshingo nesixuku esethukile,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

23 Kwathi uJesu efika endlini yombusi, ebona abezihabhu lexuku lixokozela;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 9:23
12 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

UJeremiya walilela uJosiya, nabo bonke abahlabeleli nabahlabeleli bakhuluma ngoJosiya ezililo zabo kuze kube namuhla, bazenza zaba yisimiso kwa-Israyeli; bheka, kuyachazwa encwadini yesiLilo.


Abakhulu nabancane bayakufa kuleli zwe; abayikungcwatshwa, futhi abayikuzikhalela, abayikuzisika, bangazenze nqunu ngabo.


Yeka ukukhala, ungamlileli ofileyo, bopha ibhande lekhanda lakho phezu kwakho, ufake izicathulo zakho ezinyaweni zakho, ungazimbozi izindebe zakho, ungadli isinkwa sabantu.


‘Sinibethele imitshingo, anisinanga; salilisela, anikhalanga.’


Bafana nabantwana abahlezi esigcawini, bememezana bethi: “Sinishayele imitshingo, kepha anisinanga; sililile kini, kodwa anikhalanga.


UPawulu wehla, waziphonsa phezu kwayo, wayigona, wathi: “Ningazihluphi; ngokuba ukuphila kwakhe ukuye.


UPetro wasesukuma wahamba labo. Esefikile bamyisa ekamelweni eliphezulu;


Izwi lababetha amahabhu, nabahlabeleli, nabashaya imitshingo, nabamacilongo alisayikuzwakala kuwe nakanye; kayisayikutholwa kuwe ngcweti yanoma yimuphi umsebenzi oyiwo; umsindo wetshe lokugaya awusayikuzwakala kuwe nakanye;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ