Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 8:32 - Contemporary Zulu Bible 2024

32 Wasesithi kubo: Hambani. Seziphumile, zangena emhlambini wezingulube;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 Wathi kuwo: “Hambani.” Ayesephuma, angena ezingulubeni; bheka, umhlambi wonke wagulukudela eweni, waphonseka elwandle, wafela emanzini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

32 UJesu wathi kuwo: “Hambani.” Ayesephuma, angena ezingulubeni. Bheka, umhlambi wonke wakhalakathela esiweni, waphonseka olwandle, wafela emanzini.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

32 Wasesithi kubo: Hambani. Seziphumile, zangena emhlambini wezingulube;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 8:32
10 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

INkosi yasisithi kuye: Ngani? Wathi: Ngiyakuphuma, ngibe ngumoya wamanga emlonyeni wabo bonke abaprofethi bakhe. Futhi wathi: Kumele umkholise futhi futhi umnqobe; phuma wenze njalo.


Amademoni amncenga, ethi: “Uma usikhipha, sivumele ukuba siye emhlambini wezingulube.


Abelusi babaleka, baya emzini, babika konke, nalokho okwehlele abakhwelwe ngamademoni.


Njalo uJesu wahle wawavumela. Omoya abangcolileyo basebephuma, bangena ezingulubeni; umhlambi waphaphatheka, wehla eweni, waya elwandle, zingaba yizinkulungwane ezimbili, zaminza olwandle.


Khona aphuma amademoni kumuntu, angena ezingulubeni;


yena esenikelwe ngecebo elimisiweyo nangokwazi kukaNkulunkulu ngaphambili, namthatha, ngezandla zababi nambethela, nambulala;


ukuba ngenze konke esakumisela ngaphambili isandla sakho namasu akho ukuba kwenziwe.


Njalo nxa isiphelile iminyaka eyinkulungwane, uSathane uzakhululwa entolongweni yakhe;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ