Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 7:29 - Contemporary Zulu Bible 2024

29 Ngokuba wabafundisa njengonegunya, kungenjengababhali.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 ngokuba wayebafundisa njengonamandla, kungenjengababhali babo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

29 ngokuba wayebafundisa njengonegunya, kungenjengezazimthetho zabo.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

29 Ngokuba wabafundisa njengonegunya, kungenjengababhali.

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 7:29
23 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Lapho kukhona izwi lenkosi, kunamandla; ngubani ongathi kuye: Wenzani?


INkosi uJehova inginike ulimi lwabafundileyo, ukuze ngikwazi ukukhuluma izwi ngesikhathi esifanele kokhatheleyo;


Kepha mina ngigcwele amandla ngoMoya kaJehova, nobulungisa namandla, ukuze ngishumayele kuJakobe isiphambeko sakhe, no-Israyeli isono sakhe.


UJesu wasondela wakhuluma kubo, wathi: “Ngiphiwe amandla onke ezulwini nasemhlabeni.


Ngokuba ngithi kini: Uma ukulunga kwenu kungadluli okwababhali nokwabaFarisi, anisoze nangena embusweni wezulu.


Kepha mina ngithi kini: Yilowo nalowo obuka owesifazane, amkhanuke, usephingile naye enhliziyweni yakhe.


Kepha mina ngithi kini: Yilowo nalowo olahla umkakhe, kungengenxa yokuphinga, umenza ukuba aphinge;


Kepha mina ngithi kini: Thandani izitha zenu, nibabusise abaniqalekisayo, nenze okuhle kwabalizondayo, nibakhulekele abaniphatha kabi, banizingele;


Kwathi uJesu eseqedile lawo mazwi, izixuku zamangala ngokufundisa kwakhe.


Esehlile entabeni, zamlandela izixuku eziningi.


UJesu wathi kubo: “Nami anginitsheli ukuthi ngenza lokhu ngagunya lini.


Ngokuba ngiyakuninika umlomo nokuhlakanipha, abangayikuphika noma ukumelana nabo bonke abamelene nani.


Kodwa babengelakho ukumelana lokuhlakanipha loMoya ayekhuluma ngaye.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ