Mathewu 4:24 - Contemporary Zulu Bible 202424 Udumo lwakhe lwaphumela kulo lonke elaseSiriya, baletha kuye bonke abagulayo ababephethwe yizifo ngezifo nezinhlupheko, nabakhwelwe ngamademoni, nabanesithuthwane, nabafe uhlangothi; wasebasilisa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IBHAYIBHELI ELINGCWELE24 Udumo lwakhe lwezwakala ezweni lonke laseSiriya; baletha kuye bonke abagulayo abaphethwe yizifo ngezifo nobuhlungu, nabakhwelwe ngamademoni, nabanesithuthwane, nabafe uhlangothi, wabaphulukisa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။IsiZulu 202024 Udumo lwakhe lwasabalala kulo lonke iSiriya. Baletha kuye bonke abagulayo ababephethwe yizifo ngezifo nezinhlungu, ababehlukunyezwa futhi bekhwelwe ngamadimoni, abanesithuthwane, nababefe uhlangothi, wabaphulukisa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။Baasraak Zulu New Testament Bible24 Udumo lwakhe lwaphumela kulo lonke elaseSiriya, baletha kuye bonke abagulayo ababephethwe yizifo ngezifo nezinhlupheko, nabakhwelwe ngamademoni, nabanesithuthwane, nabafe uhlangothi; wasebasilisa. အခန်းကိုကြည့်ပါ။ |
Manje ngawo wonke amandla ami ngilungisele indlu kaNkulunkulu wami igolide lezinto zokwenziwa ngegolide, nesiliva lezinto zesiliva nethusi okwezinto zethusi, insimbi okwezinto zensimbi nokhuni lwezinto ngokhuni; amatshe e-shohamu, namatshe okubekwa, namatshe akhazimulayo, nayo yonke imibala, nazo zonke izinhlobo zamatshe ayigugu, namatshe etshe lemabula ngobuningi.