Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 4:15 - Contemporary Zulu Bible 2024

15 Izwe lakwaZabuloni nezwe lakwaNafetali ngasendleleni yolwandle ngaphesheya kweJordani, iGalile labezizwe;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 “Izwe lakwaZabuloni nezwe lakwaNafetali ngaselwandle ngaphesheya kweJordani, iGalile labezizwe,

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

15 “Izwe lakwaZebuloni nelakwaNafethali elisemgwaqweni oya olwandle phesheya kweJordani, iGalile labezizwe;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

15 Izwe lakwaZabuloni nezwe lakwaNafetali ngasendleleni yolwandle ngaphesheya kweJordani, iGalile labezizwe;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 4:15
9 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

(UHiramu inkosi yaseTire wanika uSolomoni imisedari nemisayipuresi negolide njengakho konke ukufisa kwakhe; inkosi uSolomoni yanika uHiramu imizi engamashumi amabili ezweni laseGalile.


Ezinsukwini zikaPheka inkosi yakwa-Israyeli, uThigilati-Phileseri inkosi yase-Asiriya wafika wathatha i-Ijoni ne-Abela Beti-maga neJanowa neKedeshi neHazori neGileyadi neGalile, lonke izwe lakwaNafetali, futhi bathatha i-Ijoni. Wayiswa ekudingisweni e-Asiriya.


Nokho, ubumnyama abuyikuba njengokucasuka kwayo, lapho eqala ukuhlupha izwe lakwaZebuloni nezwe lakwaNafetali, kamuva walihlupha kakhulu endleleni yolwandle, ngaphesheya kweJordani, eGalile labezizwe.


Wasuka eNazaretha, weza wahlala eKapernawume elisogwini lolwandle, emikhawulweni yakwaZabuloni neyakwaNafetali;


ukuze kugcwaliseke okwakhulunywa ngomprofethi uIsaya ukuthi:


Kwamlandela izixuku eziningi zivela eGalile, naseDekapholi, naseJerusalema, naseJudiya, nangaphesheya kweJordani.


Eqala kuMose nakubaprofethi bonke, wabachasisela emibhalweni okuqondene naye.


Babeka iKedeshi eGalile entabeni yakwaNafetali, neShekemi ezintabeni zakwa-Efrayimi, neKiriyatarba eliyiHebroni ezintabeni zakwaJuda.


Esizweni sakwaNafetali, iKedeshi yaseGalile nedlelo layo, umuzi okhululekile wokuhlatshwa; neHamoti-dori nedlelo layo, neKartani nedlelo layo; imizi emithathu.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ