Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 4:13 - Contemporary Zulu Bible 2024

13 Wasuka eNazaretha, weza wahlala eKapernawume elisogwini lolwandle, emikhawulweni yakwaZabuloni neyakwaNafetali;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Wasuka eNazaretha, weza wahlala eKapernawume elingaselwandle emikhawulweni yakwaZabuloni neyakwaNafetali

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

13 Wasuka eNazaretha, wayohlala eKhaphernawume elingasolwandle, ezifundeni kwaZebuloni nakwaNafethali

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

13 Wasuka eNazaretha, weza wahlala eKapernawume elisogwini lolwandle, emikhawulweni yakwaZabuloni neyakwaNafetali;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 4:13
17 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Nawe Kapernawume, ophakanyiselwe ezulwini, uyakwehliselwa esihogweni, ngokuba uma yayenziwe eSodoma imisebenzi yamandla eyenziwe kuwe, ngabe isekhona nanamuhla.


Sebefikile eKapernawume, kweza kuPetru abakhokha intela, bathi: “Umfundisi wenu akayitheli yini imali?


ukuze kugcwaliseke okwakhulunywa ngomprofethi uIsaya ukuthi:


Izwe lakwaZabuloni nezwe lakwaNafetali ngasendleleni yolwandle ngaphesheya kweJordani, iGalile labezizwe;


Wayesengena emkhunjini, wawela, weza emzini wakubo.


Bangena eKapernawume; kwathi masinyane ngesabatha wangena esinagogeni, wafundisa.


Wabuye wangena eKapernawume emva kwezinsuku ezithile; kwezwakala ukuthi usendlini.


Le wena Kapernauma, o phahamiseditsweng lehodimong, o tla diheloa diheleng.


Wathi kubo: “Niyakusho kimi lesi saga sokuthi: ‘Nyanga, zelaphe wena;’


Emva kwalokho wehlela eKapernawume, yena, nonina, nabafowabo, nabafundi bakhe; bahlala khona izinsuku ezingeziningi.


UJesu wabuye weza eKhana laseGalile, lapho enza khona amanzi aba yiwayini. Kwakukhona induna ethile, indodana yayo yayigula eKapernawume.


Bangena emkhunjini, bawela ulwandle ngaseKapernawume. Kwasekumnyama, uJesu engakafiki kubo.


Kwathi ixuku selibonile ukuthi uJesu labafundi bakhe kakho lapho, labafundi bakhe bangena emikhunjini, beza eKapenawume befuna uJesu.


Lokho wakukhuluma esinagogeni efundisa eKapernawume.


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ