Biblia Todo Logo
အွန်လိုင်း သမ္မာကျမ်းစာ

- ကြော်ငြာတွေ -




Mathewu 27:64 - Contemporary Zulu Bible 2024

64 Ngakho yala ukuba liqiniswe ithuna kuze kube lusuku lwesithathu, hlezi abafundi bakhe beze ebusuku, bamebe, bathi ebantwini: Uvukile kwabafileyo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IBHAYIBHELI ELINGCWELE

64 Ngakho yala ukuba iliba ligcinwe kuze kube lusuku lwesithathu ukuba abafundi bakhe bangaze bafike bamebe, bathi kubantu: ‘Uvukile kwabafileyo;’ kuthi inkohliso yokugcina ibe mbi kuneyokuqala.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

IsiZulu 2020

64 “Ngakho-ke khipha umyalo ukuba iliba liqashelwe kuze kube lusuku lwesithathu, funa abafundi bakhe bafike bamebe, bese bethi kubantu: ‘Uvusiwe kwabafileyo;’ kuthi inkohliso yokugcina igqame ngokwedlulele kuneyakuqala.”

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ

Baasraak Zulu New Testament Bible

64 Ngakho yala ukuba liqiniswe ithuna kuze kube lusuku lwesithathu, hlezi abafundi bakhe beze ebusuku, bamebe, bathi ebantwini: Uvukile kwabafileyo;

အခန်းကိုကြည့်ပါ။ ကော်ပီ




Mathewu 27:64
5 ပူးပေါင်းရင်းမြစ်များ  

Khona uyahamba uthabathe kanye nabanye omoya abayisikhombisa ababi kunaye, bangene bahlale khona; Kuyakuba njalo nakulesi sizukulwane esibi.


besithi: Nkosi, siyakhumbula ukuthi umkhohlisi lowo esaphila wathi: Emva kwezinsuku ezintathu ngizavuka.


besithi: Yishoni ukuthi: Abafundi bakhe beza ebusuku, bameba silele.


Ngokuba isikhuthazo sethu asiveli enkohlisweni, noma ngokungcola, noma ngenkohliso;


ကြှနျုပျတို့နောကျလိုကျပါ:

ကြော်ငြာတွေ


ကြော်ငြာတွေ